I-OK Mata iyajabula njengoba ihamba phambili

2017-12-20 06:01
Isithombe: SithunyelweAbadlali be-OK Mata.

Isithombe: SithunyelweAbadlali be-OK Mata.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQHAWE leqembu le-OK Mata u-Sandile “Scara” Nyide uthi ujabule ngesimo akuso ngendlela efanayo naleyo ajabule ngayo njengoba iqembu lakhe liqhwakele phezulu kwi Edendale Football Association (EFA) League njengoba kuyiwa ekhefini likaKhisimusi.

IMata ithe cababa endaweni yokuqala kuligi, kodwa njengoba amaqembu alandelayo ebukeka eseduze kakhulu, uNyide uyavuma ukuthi impi yesicoco isekude ukuphela.

“Akungatshazwa, kumnandi ukuba phezulu ngoba iyona ndawo esifanele, ngokubona kwami,” kusho u-Scara.

“Kodwa ke lokho akuchazi ukuthi sesizozitanasela nje ngoba iseyinde indlela ekufanele siyihambe ngaphambi kokuthi sibhiyoze. Okokuqala miningi imidlalo ekusamele idlalwe esiwombeni sesibile [second round] se-season kanti uma singase sikhubeke banqobe abasilandelayo bangasisusa phezulu,” kusho yena.

Lo mdlali odabuka eSnathingi utshengise ukuzimisela okukhulu ngesikhathi ezikaMata zidlala ne-Taylors Masters nalapho zanqoba khona ngempelasonto edlule.

“Ngafaka amanqaku amabili ngenxa yokusebenzisana njengeqembu. Ngiyafisa sengathi singadlala yonke imidlalo yethu njengoba sadlala esiwombeni sesibili sibhekene neTaylors Masters,” kusho u-Scara.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.