I-Special XI F.C. inqobe umncintiswano webhola e-Ashdown

2016-07-06 06:00
PHOTO: supplied I-Special XI F.C. ebe ngoshampeni emncintiswaneni webhola obuse-Ashdown ngempelasonto.

PHOTO: supplied I-Special XI F.C. ebe ngoshampeni emncintiswaneni webhola obuse-Ashdown ngempelasonto.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ZIQHUTHANE amakhizane ezaseAshdown ngempelasonto eyedlule ngesikhathi kuhlelwe imidlalo yebhola likanobhutshuzwayo,kudlalelwa izimendela nenkomishi.

Lemidlalo ibibanjelwe ezinkundleni zemidlalo e-Ashdown ngaphansi kuka ward 23. Amaqembu abengenele lemidlalo lilinye beligenela mahhala. Ngokomqhudelwane iqembu elibambe indawo yesibili lihlomule ngamamedali esiliva, kwathi elidle umhlanganiso lona lemuka namamedali egolide nenkomishi.

Kowamanqamu kutholane phezulu iSpecial XI F.C. ne-Ashdown Academy F.C. kwathi iSpecial XI F.C yedlula ngo- 2-1 nokuholele ekutheni igcine inqobe lomncintiswano.

Lomqhudelwano ubonise ukubaluleka kokubakhona kwezindawo zokudlala kubantu abahlala emalokishini, nokubanikeza amathuba okuzigcina bematasa ukuze bagweme ukwenza izinto ezingezinhle ezimpilweni zabo.

Amaqembu ayisiShiyagalombili akade eqhudelana:

Celtic

Special XI

Ambassador

Ashdown academy

Kings

Peaceville

Whizkids

Maritzburg Conquers

- Supplied.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.