Igubhe iminyaka engama-60 i-Vo

2016-09-21 06:00
PHOTO:philani mchunu UThishanhloko wase Edendale Technical High School uMnuz Fano Ngubane.

PHOTO:philani mchunu UThishanhloko wase Edendale Technical High School uMnuz Fano Ngubane.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

SIKOLE samabanga aphezulu i-Edendale Technical High School sibungaze iminyaka engamashumi ayisithupha sasungulwa.

Kulomcimbi obungoLwesihlanu lesikole siphinde sakomelisa othisha nabafundi abenze kahle ngonyaka ofile.

Uthishanhloko uMnuz Fano Ngubane ekhuluma kulomcimbi uthe basebenze ngokuzikhandla nothisha ukuze ube yimpumelelo.

“Kusithathe amahora amaningi ukulungiselela ngempumelelo lolusuku, kusuka kulaba ababeyi bambe zisuka kuza kuthina. Ngibonga kakhulu kulaba abasilimele lendima, baqala usiko mpilo lalesi sikole kusuka ngonyaka ka1956. Ngithemba ukuthi abasunguli balesi sikole uma bengabuya banga thuka baphinde bajabule ngezinguquko eziya phambili esesizenzile,” kusho uNgubane.

Uthe lesikole siqale ngabafundi abangamashumi amabili nesihlanu njengoba namhlanje sesinabafundi abalinganiselwa ku 1600.

“Isikole sethu siyaqhubeka nokwenza kahle noma sikhungethwe izinkinga zezomnotho,ngingakusho kugcwale umlomo ukuthi ngiyaziqhenya ngalesi sikole , esesisungule iqembu lokubhukuda endaweni ebukwa njenge yasemakhaya.”

UMnuz Ngubane uphinde wancoma kakhulu amagalelo alesikole. “Isikole sethu sesizuze izindondo nemikomelo eminingi, saziwa cishe izwekazi lonke njengesinye sezikole esenza kahle njengoba sikeliswe endaweni yeshumi nantathu esifundazweni”.

Ube esephinda enxusa abafundi ukuba banikele emphakathini abaphuma kuyo njengo Sbu Ketwa nethimba labafundi akade bekulisikole phambilini,

“Sibonge kuwo wonke umuntu owenze lolusuku lwaba yimpumelelo nezinkampani eziphonse itshe esivivaneni ekuthuthukiseni izimpilo zabafundi bethu.”

UNgubane ube esenxusa ukuthi abafundi nothisha baqhubeke nokubambisana ukufeza umsebenzi wokufunda nokufundisa.

“Asiqhubekeni siyibambe ukuze sithuthukise ikusasa labafundi nesikole sethu. Imfundo iyisikhali ongeke wasiphucwa umuntu, esiyohlezi sikuvikela siphinde sikuphumelelise.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

5 top leg exercises for men

Here’s our selection of the five best leg exercises that you can do in the comfort of your own home.

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content this holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.