Imbongi ikhiphe i-CD entsha

2019-05-01 06:00
Imbongi uBongeka 'Mafahleni wesizwe' Zuma.ISITHOMBE: sithunyelwe

Imbongi uBongeka 'Mafahleni wesizwe' Zuma.ISITHOMBE: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IMBONGI yase-Elandskop uNks Bongeka Zuma nowaziwa ngelika ‘Mafahleni weSizwe’ ukhiphe icwecwe lakhe lesibili elisihloko sithi ‘Amanxeba asemzimbeni ka mama’ nephume ngenyanga eyedlule.

Ngokusho kukaMafahleni leli cwewe likhuluma ngezimo zempilo ezenzekayo mihla namalanga ezimpilweni zabantu kodwa bayasaba ukuphumela obala ngazo abanye abayasaba ukubhekana nazo.

“Njengomuntu wesifazane ngibuye ngikhulume nangabo bonke abantu besifazane abahlukumezekile emshadweni nalabo abathola ingcindezi emsebenzini,” kubeka yena.

Uthe into emenze ukuba ethe leli cwecwe ngokuthi ‘Amanxeba asemzimbeni ka mama’ ingoba ufuna ukukhuluma nabo bonke abantu besifazane abazikhulisele izingane zabo ngabodwana obaba bazo bezishiyile bangazinaka.

“Nami ngikhuliswe umama yedwa kanti bekunezinto eziningi ebezenzeka nebengizitshela ukuthi zenzeka kumina kuphela ngingazi ukuthi ziyenzeka nakwabanye abanesimo esifana nesami,”kuqhuba yena.

Uthe kumuthathe izinyanga ezinhlanu ukuthi akwazi ukuthi enze leli cwecwe aliphothule.

Uthe njengoba esekhiphe leli cwecwe lesibili uyafisa ukuthi abantu basesifundazwemi saKwaZulu-Natal baqhubeke nokumeseka njengoba benza nasekuqaleni.

Uthe uyafisa ukubona izinkondlo kanye nezimbongi kakhula eMgungundlovu.

“Ngifisa abantu bakwazi ukuzihlonipha izinkondlo kanye nezimbogi ezisebenza ngokuzimisela kodwa zingawatholi amathuba enele.”

Icwecwe likaMafahleli liyatholakala kuyena ngokuthi uye ekhasini lakhe lika-Facebook elithi, Bongeka Mafahleni Wesizwe okanye Bongeka Imbongikazi Mafahleni noma ushayele inombolo :076 634 2059.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.