Iqembu ligubha iminyaka engama-50

2019-10-09 06:00
Iqembu lebhola eligubha iminyaka engama-50 i-Special XI FC. ISITHOMBE: sithunyelwe

Iqembu lebhola eligubha iminyaka engama-50 i-Special XI FC. ISITHOMBE: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU lebhola elidlala ngaphansi kwe-Edendale Football Club i-Special XI ligubha iminyaka engama-50 lasungulwa.

Leli qembu elizinze endaweni yase Edendale lasungulwa ngonyaka we-1969.

Okhulumela leli q embu uMnu Skhulu Vilakazi uthe kuyabajabulisa kakhulu ukuthi lomgubho omkhulu kangaka uzobanjelwa kuyona le ndawo.

Uthe phakathi kweminye imigubho abazoba nayo ukuthi bazovakashelwa iqembu AmaZulu F.C nabazodlala nalo imidlalo yobungani esigabeni sabancane u-U13 kanye no-U15.

“Lona kuzobe kuwumcimbi wokuqala siwenza kanti sithemba abalandeli be-Special XI FC bazophuma ngobuningi babo ukuzobungaza kanye nathi,” kubeka yena.

Uthe lemidlalo izobanjelwa ezinkundleni zemidlalo i-Wadley khona e-Edendale emasontweni azayo.

— Kuthunyelwe.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.