Isaziso sokuhlehla komhlangano

2018-11-07 06:01

INKOSI yesizwe saKwaMavundla kanye nekomidi lazisa umphakathi wonke owasuswa emapulazini akulesisizwe ezindaweni zakoMshwathi, Dalton, Mhlalane, Soyini, Khamanzi kanye nakoPhasiwe namaphethelo ukuthi umhlangano wabo okade uzoba ngomhlaka-4 kuLwezi (November) 2019 ehholo laseMshwathi usuhlehliselwe umhlaka 10 kuNdasa (March) 2019 khona eMshwathi ngo-9 ekuseni.

Mayelana neminye imininingwane mayelana nalolu daba ungathintana nenkosi S.W Cebekhulu enombolweni ethi : 082 976 4349 okanye A.A Ndlovu : 072 958 9575.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.