iSAZISO SOMPHAKATHI

2020-02-26 06:02

UMPHAKATHI uyaziswa ukuthi isibhedlela sase-Edendale sizobe silungiswa kulezizinyanga ezingama-22 ezizayo okusukele mhlaka zili- 17 kuNhlolanja (February ) 2020.

Lokhu kuzoholela ekutheni iziguli zishintshelwe kwamanye amawodi ngaphakathi esibhedlela nezinye izibhedlela uma kubonakala isidingo.

“Sicela umphakathi ubambisane kakhulu nesibhedlela luze luphothulwe loluhlelo oluzosiza kakhulu ekuthuthukiseni isibhedlela. Kungenzeka kube nokukhuphuka kwesibalo seziguli ezilinde imibhede ngenxa yokuthi kunamawodi azobe elungiswa ayovalwa isikhathi esingekho ngaphezu kwamasonto amathathu. Sizokwenza konke okusemandleni ukuqiniseka ukuthi usizo ezigulini zethu aluphazamiseki,” kusho umxhumanisi wesibhedlela uNkk Samke Mncube.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.