Isimemezelo

2019-10-30 06:02
UNks Ncamisile Ndlovu.ISITHOMBE: SITHUNYELWE

UNks Ncamisile Ndlovu.ISITHOMBE: SITHUNYELWE

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ISIBHEDLELA sase-Edendale sicela ukufuniswa umndeni noma izihlobo zowesifazane ozibiza ngokuthi nguNcamisile Ndlovu othi uneminyaka engu-24 (osesithombeni). Lowesifazane ufike esibhedlela mhlaka 20 October 2019 kanti unokudideka emqondweni.

Uthi uhlala endaweni yase-Sweetwaters kwaGandaganda eduze kwesitolo sakwaChonco, uhlala no-anti wakhe onguDombi. Uthi igama likamama wakhe nguThembi Zondi.

Uma kungaba khona onolwazi angathinta lenombolo elandelayo: 033 395 4759/ 4911- Nkk S Mncube (Umxhumanisi wesibhedlela)

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.