Isimemezelo somphakathi

2019-09-04 06:03

UMPHAKATHI uyamenywa esibhedlela e-Edendale osukwini oluvulelekile lomphakathi (2019 Open Day) mhlaka 4 September 2019 kusukela ngo 8.30am. Kuzobe kunikezelwa ngosizo lwezempilo, ukuhlolela izifo ezithathelanayo nezingathathelani, kufundiswe umphakathi nangezifo nokuvikeleka, bese ngo 11.30am kuqale umcimbi wezikhulumi. Umphakathi uyamenywa ngobuningi bawo ukuze uzocaciseleka ngokwenzeka esibhedlela. Ngeminye imininingwane, niyacelwa ukuthi nixhumane noSamke Mncube – uPRO (Mxhumanisi wesibhedlela nomphakathi) enombolweni ethi : 033 395 4759.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.