Iyabuya i-Rap on Mic

2019-07-10 06:01

UKHUZA ibuya umcimbi wabaculi be-Hip hop abasakhula owaziwa ngokuthi i-Rap on Mic.

Lo mcimbi uzoba ngoMgqibelo mhlaka-6 kuNtulikazi (July) eCasanova Music Lounge kusuka ngehora le-11 ekuseni kuze kube isebusuku.

Ngokusho kukaSyanda Ngubane ongomunye wabahleli balo mcimbi uthe inhloso enkulu ukuthi bafuna ukusiza abaculi be Hip hop abasakhula ukuthi nabo bathole ithuba lokuveza amathalente abo.

“Sifuna ukuthi sihlanganise abaculi abahlukene baseMgungundlovu nabanye njengoba kuzobe kukhona nabaphuma eThekwini. Abaculi laba abasakhula isikhathi esiningi abalitholi ithuba lokuthi nabo banandise

bakhombisa ngethalente labo, ingako sibanikeza leli thuba nabo ukuthi bazibonakalise,” kubeka yena.

Uthe lo mcimbi into abebehleli beyenza njalo ngesonto kodwa kwaba khona izinkinga ngendawo akade beyenzela kuyona.

Uthe bazimisele ukuthi

baqhubeke nawo ngoba inhloso ukuthi basize abaculi abasakhula.

Ukungena kulomcimbi u-R30 umuntu ngamunye.

Ngeminye imininingwane ungathintana noNqoba Mazibuko enombolweni ethi : 071 760 6060 okanye Skhothane : 061 889 8352.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.