Izaziso

2016-07-27 06:00
PHOTO: supplied Isibhedlela sase Edendale sicela ukufuniswa umndeni noma izihlobo zowesilisa osesithombeni. Onolwazi sicela athinte laba abalandelayo noma aphuthume esibhedlela: Mrs S. Muncie ( PRO)- 033 395 4020 okanye OM Malinga - 033 395 4288.

PHOTO: supplied Isibhedlela sase Edendale sicela ukufuniswa umndeni noma izihlobo zowesilisa osesithombeni. Onolwazi sicela athinte laba abalandelayo noma aphuthume esibhedlela: Mrs S. Muncie ( PRO)- 033 395 4020 okanye OM Malinga - 033 395 4288.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Kufunwa ubaba ka Nomvuselelo Hlatshwayo ohlala eMbali unit 13, onolwazi akathintane noSonhlakahle u Mr. C.S Dlamini ku 033 392 8608.

Kufunwa umama ka Lusanda Slindokuhle Maphanga ohlala eMbali unit 13, onolwazi angathintana noSonhlala kahle uMr. C.S Dlamini ku 033 392 8608.

Sicela ukufuniswa uSizakele Duma ohlala eMaqongqo, ongumama kaKhulekani Duma umntwana uhlala eTrustfeed. Ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle Miss Z.E Mbambo 0335020074.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMfanafuthi Mbuthu ongaziwa. Umama wakhe ngu-Nokuthula Princess Mbuthu ongasekho emhlabeni. Sicela ongaba nolwazi athintane noSohlalakahle uLindiwe Masuku ku 0795496712

Sicela ukufuniswa umama kaSnenhlanhla Sibongile Nkomo noSandile Sihle Nkomo onguNombuyiselo Mbhele wase Swapo. Ubaba wezingane uSiphesihle Nhlanhla Nkomo wase Swapo naye. Sicela onolwazi athinte uSonhlalakahle uNhlakanipho Mchunu ku 031 955 361

Ngicela ukufuniswa ubaba kaZiningi Myeza ozalwa nguThandi Philipina Myeza wasee New Hanover eNqaza. Onolwazi angashayela uHawukile Myeza ku 0727768670 okanye usonhlalakahle uMsomi ku 0335020074

The Department of Social Development is looking for the whereabouts Zenande Ndlovu’s father. He was born by the late Nobuhle Ndlovu from Swayimana. Whoever has information can contact Social Worker Ntuli on 033 5020074.

The Department of Social Development is looking the whereabouts of Sanele Zondi’s father. His mother is the late Phumzile Zondi from Swayimana. Whoever has information can contact Social Worker Ntuli on 033 5020074.

Sicela UNobuhle Thikazi ohlala eBuffer afike kumaofisi akwa Child welfare e 224 Berg Street Pietermaritzburg. Acele usonhlalakahle uKholiwe Songelwa. Kumayelana nomntwana wakhe uAkhona Angel Thikazi okanye afowunele kule nombolo 033 342 8971.

I-Child and family welfare icela ukufuniswa abazali baka Nhlanhla Nzama onenyanga eyodwa ezelwe, igama likamama wengane nguKhombie Pretty Nzama, elikababa lona alaziwa. onolwazi ngaloludaba makasize athintane nesocial worker uMr Ayanda Kholwa kule nombolo 033 342 8971 noba azifikele mathuba ehovisini lethu ku 224 Berg Street.

IChild and family welfare ifuna ubaba walezi zingane zilandelayo uThandolwethu Nobhekwa owazalwa ngomhla ka 2011/09/23 kunye no Ziyanda Anele Siyamthanda Nobhekwa owazalwa ngomhla ka 13/12/2013 lezi zingane zizalwa ngu Siziwe Nobhekwa wase no 8534 Cindirella A. kuphindwe kufunwe abazali baka Witbooi Nombuyiselo owazalwa ngomhlaka 27/11/2002 uhlala eNorthdale.

Onlwazi ngaloludaba makaxhumane nosonhlalakahle uS.Hlophe kulenumber 0333428971.

I-Child and family welfare ufuna ubaba kaNosipho Zondii owazalwa ngomhla ka 24/10/2007 ezalwa nguPretty Zondi waseCindirella, iphinde ifune ubaba ka Lwandile Mankenkeza owazalwa ngomhla ka 16/07/2009 ezalwa nguZuziwe Mankenkeza wase Eastern Cape. onlwazi ngaloludaba makathintane nosocial worker uA.T.Zondi kulenumber 0333428971.

I-Child and family welfare ifuna umama kaOlwethu Nhlangulela owazalwa ngoDecember 2014 ezalwa nguMusa waseMalawi emzala kuNelly Nhlangulela ongaziwa. Iphinde ifune abazali bakaSisanda Zondi owazalwa mhla ziyi 11/12/2013, igama likababa uZwelakhe Osca Mkhize umama waziwa ngelikaNonhlanhla Lungi Zondi bobabili abaseHaniville. Onolwazi ngaloludaba makathintane nosocial worker uT.P.Nala kulenumber 033 342 8971.

IChild Welfare and Family Society icela ukufuniswa labazali bezingane abalandelayo:

Umama kaSibongakonke Lindokuhle Mwelase owaziwa ngoThandeka Bonisiwe Dlamini emzala kuMwelase Sandile osewashona.

Ubaba kaMthethwa Bandile Khayelihle owaziwa ngoShandu Thamsanqa emzala kuMthethwa Sibahle Brenda oshone mhla ziyi 16 August 2010.

Umama kaMnikathi Londeka benoLinda Sphelele owaziwa ngoMbona Nonhlanhla Happiness. Ubaba wabo kwakunguLinda Maxwell osashona

Ubaba kaSosibo Nolwazi ongaziwa igama lakhe amzala kuSosibo Thandeka owashona mhla ziyi 29/04/2012

Ubaba kaSithole Sanele ongaziwa igama lakhe, umama wayaziwa ngoSithole Delisile Thandi osewashona

Abazali baka Mkhize Sbongakonke, omama owaziwa ngoZulu Zinhle ubaba yena unguHlatshwayo Richard

Ubaba kaNdlovu Zwelihle owaziwa ngoNkosi Joe, igama likamama kwakunguNdlovu Duduzile osewashona

Ubaba kaNdlovu Olwethu ongaziwa igama lakhe, umama kwakunguNdlovu Xolile osewashona

Abazali bakaZondo Nosihle benoZondo Noxolo, umama waziwa ngoZondo Nonhlanhla, ubaba wabo waziwa ngoCele Sphiwe

Ubaba kaMthembu Okuhle Angel ongaziwa igama lakhe amzala kuMthembu Bathabile osashona

Umama kaMnikathi Londeka owaziwa ngoMnikathi Rosemary emzala kuLinda Maxwell Linda osashona

Onolwazi ngalesisikhangiso sicela axhumane no Ms Mbali Dlamini kanye no Ms Ayanda Dlamini @ 033 342 8971 (08:00 – 16:00).

Sicela ukufuniswa ubazali baKwanele Maduna igama lamawakhe uEliza Maduna owahamba eyosebenza emaplazini.onolwazi angathintana noSonhlalakahle TF Mdluli.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

How to open a beer bottle without an opener

Do the right thing and never be thirsty again…

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.