IZAZISO

2016-08-24 06:00
Umndeni wakwaMbanjwa e-Elandskop ucela ukufuniswa umama ka-Aphelele Mbanjwa (osesithombeni) ongaziwa lapho ayakhona ongu-Andiswa ubaba wakhe u-Nduduzo Mbanjwa. Onolwazi angathintana noSocial Worker X.P Mahlobo ku 033 505 0087.PHOTO: supplied

Umndeni wakwaMbanjwa e-Elandskop ucela ukufuniswa umama ka-Aphelele Mbanjwa (osesithombeni) ongaziwa lapho ayakhona ongu-Andiswa ubaba wakhe u-Nduduzo Mbanjwa. Onolwazi angathintana noSocial Worker X.P Mahlobo ku 033 505 0087.PHOTO: supplied

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

* Free sewing lessons on industrial machines are offered by the Divine Life Society. Each graduate is awarded a certificate and given an electric/manual sewing machine if all requirements are met. To register please contact Jerusha at DLS at the corner of Mysore and Lahore Roads Northdale or phone 074 218 2246.

* Sicela ukufuniswa ubaba ka Minenhle Ndlovu ozalwa u Thandi Ndlovu ongasekho onolwazi angathinta u social worker N.Madlala ku 033 392 6821.

* The Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg are looking for the natural mother (Nomvula Mtolo) of Ayanda Madonda, the natural mother (Nobuhle Thikazi) and the natural father of Akhona Angel Thikazi. Anyone with information on their whereabouts, must contact Kholiwe Songelwa­ or Lungisani Myende on 033 342 8971 or email fostercare@pmbchildwelfare.co.za

* Kucelwa wonke amalungu ka Greater Edendale Residence Association (GERA) ukuba afike emhlanganweni omkhulu wokuzwa ukuthi izimfuno zokusulelwa amanzi, ama-rates zikusiphi isigaba. Kuyophinde futhi kuxoxwe ngokuklanywa kwemingcele yobandlululo. Venue : Sinamuva Primary School Isikhathi : 2pm Date : 21 Augus. Nabahlali base Grange nase Ashdown bavumelekile ukuba yingxenye yomhlangano. Isimemezelo sikhishwa uSihlalo we-Gera u ZM Hlatshwayo. Ngeminye imininingwane ningathintana naye ku 071 745 1423

* Umndeni wakwaKunene e-Elandskop ufisa ukufuniswa uSbusiso Khathi ohlala eThekwini onengane noKhanyisile Gladness Kunene ongasekho emhlabeni. Umntwana wabo ngu Philisiwe Kunene owazalwa ngo 2000-11-22. Onolwazi sicela athintane noSocial Worker Nonhlanhla Ndlovu ku 033 505 0087.

* Umndeni wakwaSibisi eMaswazini( Elandskop) ufisa ukufuniswa ubaba kaNtombenhle Thamiya ozalwa nguNtombizandile Sibisi ongasekho emhlabeni. Umndeni awulazi igama likababa wengane. Onolwazi sicela athintane noSocial Worker uNonhlanhla Ndlovu ku 033 505 0087.

Umndeni wakwa Funeka eMachobeni e-Elandskop ufisa ukufuniswa u-Manuel Chauke owagcina ese Johannesburg onengane noSidozi Funeka ongasekho emhlabeni. Abantwana babo ngu-Ayanda noPhilani Chauke. Onolwazi sicela athintane noSocial Worker Nonhlanhla Ndlovu ku 033 505 0087.

* Sicela ukufuniswa ubaba kaThandiwe Tshoni noMnqobi Tshoni Tshoni abazalwa uCynthia Sibongile Tshoni obehlala kwaMafunze e-Elandskop ongasekho. Sicela onolwazi athintane noSonhlalakahle u P. Zungu ku 033 505 0083.

* Sicela ukufuniswa ubaba ka-Kuhlekonke Lwandle Malinga ozalwa ngu-Thulisile Precious Makhanya ongasekho emhlabeni. Sisacela onolwazi athintane noSocial Worker uMiss Ndlovu ku 033 505 0087.

Sicela ukufuniswa ubaba ka-Mbobo Phomello ozalwa nguMbobo Hellen Phindiwe. Onolwazi angaxhumana noSocial Worker P Zungu ku 033 505 0084.

* Sicela ukufuniswa ubaba kaBhengu Uminathi Phiwokuhle noBhengu Amanda ozalwa nguBhengu Thandiwe Carol. Onolwazi angaxhumana noSocial Worker P Zungu ku 033 505 0084.

* The Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa UThokozani Happiness Khambule umama ka Okuhle no- Owami Khambule. Kukholakala ukuba uhlala eDambuza. Kucelwa kanye nobaba balezizingane. Onolwazi sicela ukuba axhumane nosonhlalakahle uNonhlanhla Ndlela kulenombolo 033 342 8976 okanye azifikele mathupha kulenhlangano ku 224 Berg Street, PMB, 3202.

* Inhlangano KaSAVF Social Services icela ukufuniswa ubaba ka-Aseza Mweli. Igama likababa USteven Mbarato okusolakala ukuthi ngokuzalwa ungowaseZimbabwe kodwa uhlala lapha ePietermaritzburg. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uNksz N.Z Kubheka ku-033 342 1229

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.