IZAZISO

2016-09-07 06:00
PHOTO: supplied Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andile Majola (osesithombeni) ongaziwa. Umama wakhe uFelani Majola owayehlala eMkhambathini ongasekho emhlabeni. Sicela ongaba nolwazi athintane no Social Worker uNdwandwe ku 031 785 1195

PHOTO: supplied Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andile Majola (osesithombeni) ongaziwa. Umama wakhe uFelani Majola owayehlala eMkhambathini ongasekho emhlabeni. Sicela ongaba nolwazi athintane no Social Worker uNdwandwe ku 031 785 1195

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Sicela ukufuniswa umama ka Ntombencane Duma u baba wakhe u Mzikana Duma ongasekho onolwazi angathinta u social worker N.Madlala ku 033 392 8623

Sicela ukufuniswa umama kaBandile Sithole ongu Busisiwe Nzimande, ozalwa Nhlanhla Sithole. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize ku 033 392 8621

Sicela ukufuniswa ubaba ka Zondi Yolanda ozalwa uYoliswa Eliane Zondi ongasekho emhlabeni. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize ku 033 392 8621

Ngicela ukufuniswa u Ntombikayise Ntombenhle Radebe owaziwa ngo Zinhle. Ugcinwe ehlala endaweni yase Sweetwater kwa-Zayeka.

Kufunwa umuntu wakwa Molefe ongubaba ka Sandile Mzuvukile Molefe. Igama lakhe alaziwa. Wayethandana no Ntombikayise Ntombenhle Radebe owaziwa ngo Zinhle bathola ingane u Sandie. UMolefe wagcinwa ehlala e Tamboville.

Kufunwa u Michael Zondi no Thembinkosi Ngubane bobabili banezingane no Ntombikayise Ntombenhle Radebe. Noma ubani onolwazi ngomunye walabantu uyacelwa ukuthi athintane no social worker u Zanele Makhaye ku 033 342 0141.

Isibhedlela iEdendale sicela ukufuniswa izihlobo noma abangaba nolwazi olungaholela ekutheni kutholakale izihlobo zalaba abalandelayo:

Sipho Nxele wase Hopewell eLindelani Location eduze kwase Mchunu Store ona 28 weminyaka.

Themba Patrick Mokoena wase Mandastone Area eCamperdown near Venke store ona 45 weminyaka.

Sicela abanolwazi baphuthume esibhedlela noma bathinte laba abalandelayo: Mr Wonder Ngubane : 033 395 4323

Mrs S Mncube (uMxhumanisi) : 033 395 4020

Child and family welfare of Society Pietermaritzburg icela ukufuniswa uNhlanhla Dlamini ongubhuti ka Andile Bhengu. Umama wabo kwakungu Gezeni Agnes Bhengu ongasekho emhlabeni.Unhlanhla kuhkholakala ukuthi uhlala eDambuza. Onolwazi sicela Athintane Nonhlanhla Ndlela Ku 224 Berg Street okanye axhumane naye kulenamba 033 3428971

Child and family welfare of Society Pietermaritzburg icela ukufuniswa Ubaba ka Thembelani Hadebe. Umama kaThembelani kwakuwu Thandeka Anita Hadebe ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela Athintane Nonhlanhla Ndlela Ku 224 Berg Street okanye axhumane naye kulenamba 033 3428971

Child and family welfare of Society Pietermaritzburg icela ukufuniswa baba ka Amahle Zondi. Umama Ka Amahle kwakungu Thandeka Zondi ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela Athintane Nonhlanhla Ndlela Ku 224 Berg Street okanye axhumane naye kulenamba 033 3428971

Child and family welfare of Society Pietermaritzburg icela ukufuniswa uNontokozo Zondi ongumama kaThobekile Zondi. Onolwazi sicela Athintane Nonhlanhla Ndlela Ku 224 Berg Street okanye axhumane naye kulenamba 033 3428971

Child and family welfare of Society Pietermaritzburg icela ukufuniswa uHlengiwe Gumede ongumama kaZinhle Gumede.

Onolwazi sicela Athintane NosonhlalakahleuThembi Zondi Ku 224 Berg Street okanye axhumane naye kulenamba 033 3428971

Sicela ukufuniswa ubaba kaNoluthanda noThandokuhle Nxele abazalwa nguSindisiwe Nxele wakwaDindi. Ubaba kusolakala ukuthi owakwaNgcobo kaQanda. Onolwazi athintane noSocial worker Vilakazi 033 5050 083/4/6

Sicela ukufuniswa abazali baWandile Mbokazi. Umama wakhe uNonkululeko Mbokazi owagcina ukubonakala ngo2012 kwaNoshezi. Ubaba wengane yena akaziwa. Onolwazi athintane noSocial worker Vilakazi 033 5050 083/4/6

Sicela ukufuniswa obaba baMelokuhle Khumalo noKhanya Zuma abazalwa uBusisiwe Zuma ongasekho emhlabeni. UMelokuhle wamthola ehlala ethekhwini kanti uKhanya wamthola esehlala eSobantu. Onolwazi athintane noSocial Worker Vilakazi 033 5050 083

Sicela ukufunisw ubaba kaSibusiso Ngcobo ongaziwa ozalwa nguu Thembelihle Ngcobo ongasekho owayehlala endaweni yaseKhobongwaneni e-Elandskop. Sicela onolwazi athintante noSonhlalakahle uMiss Mahlobo ku 033 505 0083

Phambili Private School registration fro 2017 open for Grade R-5. School is registered with the Department of Education. It is situated at Edendale Lay Ecumenical Centre. Application forms are available at the principal’s office. For any queries, call 073 626 2152 or email kps321r@gmail.com

Inhlangano kaGERA imema bonke abahlali base Unit J, CC nase Unit 3 ukuba bahlangane e-Zenzeleni Creche. Isikhathi u-5 ntambama, Usuku : 6 September. Isimemezelo sikhishwe uSihlalo we-GERA u-ZM Hlatshwayo. Ngeminye imininingwane bangaxhumana naye ku 071 745 1423

IChild Welfare and Family Society icela ukufuniswa labazali bezingane abalandelayo:

Ubaba kaNjabulo Dladla ongaziwa amzala kuDladla Ntombifikile oshone mhla ziyi-22/12/2011.

Abazali baka-Yolanda Nkasa, umama waziwa ngoXoliswa Nkasa ubaba akaziwa igama lakhe.

Ubaba kaSiyamthanda Ngubane amzala kuNompumelelo Ngubane osewashona, ubaba akaziwa igama lakhe.

Obaba boAyanda Xaba noZwelandile Xaba ababazala kuSindisiwe Agnes Xaba oshone mhla ziyi17/01/2014, obaba babo abaziwa amagama abo.

Ubaba kaLebitsa Reanetse amzala kuLebitsa Cecilia Masingoaneng osewashona, igama likababa alaziwa.

Ubaba kaZinhle Mbambo amzala kuAgnes Mbambo osewashona, ubaba akaziwa.

Ubaba kaJama Nomvuyo benoDlamini Luvuyo abazala kuElizabeth Lindiwe Dlamini osewashona, ubaba waziwa ngoJama Nsimbi.

Ubaba kaAyanda Dlamini amzala kuNomupmelelo Wendy Dlamini osashona, igama likababa alaziwa.

Ubaba kaNoluthando Zuma amzala kuKhombisile Zuma osashona, ubaba akaziwa.

Ubaba kaShelembe Sibahle benoSiyanda Shelelmbe umama wabo wayaziwa ngoSilindile Zuma osashona, ubaba wabo waziwa ngoSphiwe Shelembe owayehlala eMbali.

Ubaba kaMkhwanazi Minenhle amzala kuMabika Nonhlanhla Mbali oshone mhla ziyi-31/01/2014, ubaba waziwa ngoSiyafana Mkhwanazi.

Ubaba ka Sakhile Ngcongo amzala kuThandi Ngcongo osewashona.

Onolwazi ngalesisikhangiso sicela axhumane no Ms Ayanda Dlamini kanye no Mr Ayanda Kholwa at 033 342 8971 (8am to 4pm).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/Sport
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Hip Cape Town bars to discover this summer
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.