IZAZISO

2017-08-09 06:00

FREE sewing lessons on industrial machines are offered by the Divine Life Society (DLS). Each graduate is awarded a certificate and given an electric or manual sewing machine if all requirements are met. To register, contact Jerusha at DLS on the corner of Mysore and Lahore roads, Northdale or phone 074 218 2246.

Isibhedlela sase Edendale sicela ukufuniswa izihlobo noma abangaba nolwazi ukuze kutholakale izihlobo zika Phikinkosi Shange oneminyaka elinganiselwe kwengu 65 ongowase Taylors, Gijima Area ngokuhlala. Ngokusho kwamakhelwane ubeshadile unkosikazi wakhe ngumaSithole ongasekho emhlabeni. Sicela abanolwazi baphuthume esibhedlela bafike bacele laba abalandelayo: uNkk T.B Sithole - 033 395 4188 noma uNksz S Mncube (Umxhumanisi) – 033 395 4020.

Child and Family Welfare of Pietermaritzburg icela ukufuniswa uNkululeko Nxumalo ongubaba kaSfundo Zondi. Onolwazi sicela athintane Nonhlanhla Ndlela usonhlalakahle Ku 224 Berg Street okanye kulenombolo 0333428971.

Sicela ukufuniswa umama onguMkhize Nokubonga, ka Lungakonke, Bayanda, Luthando and Amkelani Mkhize. Ubaba wabo uMzwandile Khanyile ohlala eMbutshana. Onolwazi sicela axhumane ne-Youth Centre DSD 033 399 0026 noma ku 033 505 0083/86.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Njilo Aphiwe ongaziwa. Umama wakhe osewashona owayehlala kaNxamalala. Sicela onolwazi athinte osonhlalakahle uMiss Gwala kule no: Youth Centre DSD 033 399 0026 noma 033 505 0083/86.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.