IZAZISO

2017-08-09 06:02
Sicela ukufuniswa u-Daniel Dlamini ongu yise kaRithabile noSanelisiwe, abasesithombeni, abazalwa nguKholeka Patience Cule ongasekho. U-Daniel wayesebenza e-Underberg ngeminyaka yawo 2010. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahl uMqadi kulenombolo yocingo 033 505 0084/3. Isithombe: Sithunyelwe

Sicela ukufuniswa u-Daniel Dlamini ongu yise kaRithabile noSanelisiwe, abasesithombeni, abazalwa nguKholeka Patience Cule ongasekho. U-Daniel wayesebenza e-Underberg ngeminyaka yawo 2010. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahl uMqadi kulenombolo yocingo 033 505 0084/3. Isithombe: Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO ka SAVF Social Services icela ukufuniswa umama kaMasentle Tsogo oneminyaka engu18 ogama lakhe kungu Angel Molefe. Ubaba wakhe ngu Bhani Derrick Madlala ongasekho. Kuphinde kufunwe ubaba ka Ndalwenhle Sithole (5) ogama lakhe kungu Gugulethu Sithole ongasekho. Onolwazi ngalaba kucelwa athinte uSonhlalakahle uMs Z Ngcobo ku 033 342 1229.

uNkk T.B Sithole - 033 395 4188 noma uNksz S Mncube (Umxhumanisi) – 033 395 4020.

Sicela ukufuniswa ubaba kaPhumlani Nqaba ozalwa ngo 2006/06/27. Umama wakhe uBulelwa Chritians Konyama ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Sokhela ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Anele Mkhize ozalwa ngo 2008/08/09. Umama wakhe uHlengiwe Mkhize ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Sokhela ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kaSamkelisiwe Langa ozalwa ngo 2010/06/17. Umama wakhe uThobile Rose langa ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Sokhela ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Nonjabulo ozalwa ngo 2003/03/03. Umama wakhe uMkhize Philisiwe Pretty ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Sokhela ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa umama okubikwa ukuthiwa uNtseleseng Mokokeng kaNdungwane Sivule ozalwa ngo 2017/03/30. Ubaba wakhe uNdungwane Lungile. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Sokhela ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Syabonga ozalwa ngo 2005/09/26. Umama wakhe uNdlovu Thabisile ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Sokhela ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Sanele ozalwa ngo 2002/08/22. Umama wakhe uNdlovu Thabisile ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Sokhela ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNtshangase Sphelele ozalwa ngo 2004/06/08. Umama wakhe uNtshangase Promice ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Sokhela ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kanye nomama kaThobile Anele Madonda ozalwa ngo 2010/11/23, ohlala endaweni yaseMaqongqo. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uT.V. Khoza ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa umama kaZondi Oluhle Syamthanda ozalwa ngo 2012/12/04. Ubaba wakhe uNgcobo Sbongiseni Doctor ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahe uT.V. Khoza ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kaSamkelo Zondi umama wakhe ongasekho emhlabeni owayehlala eMkhambathini. Sicela onolwazi axhumane nosonhlalakahle uNdwandwe 031 785 1193.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Noluthando umama wakhe ongasekho emhlabeni owayehlala kwaNyavu sicela onolwazi athintane nosonhlalakahle uNdwandwe ku 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa umama kaShozi Nonjabulo ubaba wakhe ongasekho emhlabeni owayehlala kwaNyavu, Ophokweni. Onolwazi athintane nosonhlalakahle uNdwandwe kulenombolo 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kaGumede Sambulo owayezalwa nguZanele Gumede ongasekho emhlabeni. Sicela athintane nosonhlalakahle uT.P.N. Duma kulenomboloo 031 785 1193.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNgubane Nonhlanhla owayezalwa nguNgubane Mavis Busisiwe ongasekho emhlabeni, sicela athintane nosonhlalakahle uP.S. Mthiyane kulenombolo 031 785 1195.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Nontando Hope owayezalwa nguMkhize Khabangani Cynthis ogasekho emhlabeni, sicela athintane nosonhlalakahle uPS. Mthiyane kulenombolo 031 785 1195.

Kungabe ukhathazekile ngokwehla kolwazi lokufunda nokubhala ezikoleni? Qiniseka ukuba kule conference ngomhlaka 8 kuya kumhlaka 10 September e-Girls High School, Pietermaritzburg, kuzoba uR500 umuntu ngamunye. Uzozuza amaphoyinti eSACE futhi kunesaphulelo kwababhalise kuqala. Xhumana no Mike Hart 033 346 0557, 072 588 8521 noma noDeb Avery ku 033 386 5131, 084 420 4495 noma noBongi Ntombela ku 082 512 6080.

The child concerned is Promise Ndebele born 05/03/2003. The natural mother is Thandi Ngubane whose whereabouts are unknown and the natural father is Mandla Stanely Ndebele whose whereabouts are unknown.

The child concerned is Sindiswa Cele born 14/11/2007. The natural mother is Busisiwe Penelope Cele who is deceased and the natural father’s identity and whereabouts are unknown.

The child concerned is Minenhle Ndlovu born 29/03/2013. The natural mother is Janet Zithobile Ndlovu who is deceased and the natural father’s identity and whereabouts are unknown.

The children concerned are Angelique Agnes Montaque, born 21/04/2012 and Lavondre Emmanuel Montaque born 03/04/2015. The natural mother is Liesel Melisa Montaque whose whereabouts are unknown and the natural father’s identity and whereabouts are unknown.

Anyone with information please contact social worker N. Mdunge and N. Dlamini at 033 342 8971 between 8am to 4pm.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.