Izaziso

2017-10-25 06:01

• I-Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa abazali noma izihlobo zalezi zingane:

• Nosipho Zondi waseSnathing location.

• Motlakoana Nthabiseng wase Swapo.

• Snenhlanhla Nxele wase Sgodini.

• Sphelele Ngubane wase Snathing.

• Wandile noLuyanda Kunene wakwaPata Location.

• Jody Walters of Pietermaritzburg, Howick Road.

Owaziyo noma onemininingwane ngabazali balezingane ngicela afonele usonhlalakahle uMs Ngcekwa (033) 342 8971.

• UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi eCamperdown ucela ukufuniswa laba abalandelayo:

• Umama ka Londeka Mlambo owazalwa ngo December, 15, 1999 kanye noLungisani Mlambo owazalwa ngoMay, 6, 2002 kuthiwa umama wayehlala endaweni yaseNkanyezini.

• Ubaba kaSanelisiwe Ngubane, October, 3, 2002, owayezalwa nguNgubane Nokuthula Joyce ongasekho owayehlala endaweni yaseMaqongqo. Onolwazi athinte usonhlalakahle NP Meyiwa ku 031 785 1193.

• Sicela ukufuniswa umama kaNtuthuko Jali ohlala emaQongqo kaNonzila ubaba wakhe akasekho emhlabeni umama kwakunguDeli Mthembu. Onolwazi athintane nosonhlalakahle uNdwandwe ku 031 785 1193.

• Bengisacela ukufuniswa ubaba kaKholeka Chamane owayehlala kaMpumuza eduze naseLaduma esikoleni, igama lakhe kwakuNdodila Mbanjwa umama wakhe kwakunguLungisile Chamane owayehlala kaZayeka eduze nasesikoleni Mabane. Uma kukhona onolwazi ngicela angithinte kulenombolo L. Gwala 033 505 0083.

• Umndeni wakwaNdlovu emaNtshalini Mpolweni Mission ucela ukufuniswa ubaba kaLifa Ntando Nxumalo amuthola kuZandile Precious Nxumalo ongasekho. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle uNksz L. Mazibuko eMpolweni Child Welfare.

• Sicela ukufuniswa uMandisa Bongeka Mdladla ongumama ka-Amahle no-Aphelele Mbanjwa. Kuthiwa umama walezizingane wazishiya nogogo wazo kwaMadlala Elandskop. Ubaba wezingane uNduduzo Mbanjwa ongasekho. Sicela onolwazi athintane nosohlalakahle uX.P. Mahlobo kulenombolo 033 505 0083.

• The SAVF is looking for the biological father of Amukelani Sokhela born August 22, 2013. The biological mother of the child concerned is Thobeka Sokhela born May 18, 1996 and the biological father is Sphamandla Mlambo who is said to be residing at Nqutu Machitshana area. Any person with information is requested to contact the social worker Mpho Thamae at SAVF Social Services at Prince Alfred Street in Pietermaritzburg on 033 342 1229.

• The SAVF Social Services seeks to locate the biological father of Amukelani Sokhela, born August 22, 2013. The biological mother of the child concerned is Thobeka Sokhela, born May 18, 1996 and the biological father is Sphamandla Mlambo who is said to be residing at Nqutu Machitshana area. Any person with information is asked to contact
social worker Mpho Thamae at SAVF Social Services at Prince Alfred Street in Pietermaritzburg on 033 342 1229.

• UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi, ihhovisi lase New Hanover licela ukufuniswa ubaba kaKhofi Mpilwenhle Vision owazalwa zingu February 20, 2008, kanye noKhofi Aamina Sphumelele owazalwa zingu July 31, 2012. Umama wabo kwakunguKhofi Ntombikayise Grace owadlula emhlabeni zingu July 04, 2016.

• Umama wabo wayehlala eThokozani. Kucelwa onolwazi lokuthi ukuphi ubaba walezingane axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi kulezinombolo 033 502 2170/033 502 0074 ngezikhathi zomsebenzi.

• UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ihhovisi lase New Hanover licela ukufuniswa ubaba kaButhelezi Noxolo Nomcebo owazalwa zingu March 12, 2003. Umama wakhe kwakunguButhelezi Patricia Nelisiwe owadlula emhlabeni zingu January 5, 2006. Umama wakhe wayehlala e-Ottos Bluff Farm. Kucelwa onolwazi lokuthi ukuphi ubaba walengane axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi kulezinombolo 033 502 2170/033 502 0074 ngezikhathi zomsebenzi.

• UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ihhovisi lase New Hanover licela ukufuniswa ubaba kaSokela Banele Snazo owazalwa zingu March 3, 2008. Umama wakhe kwakunguSokhela Priscilla Thembisile owadlula emhlabeni zingu May 8, 2009. Umama wabo wayehlala eSwayimane eNkululeko kanti ubaba wakhe kusolwa ukuthi kwakungowasePietermaritzburg. Kucelwa onolwazi lokuthi ukuphi ubaba walengane axhumane nosonhlalakahle uNksz Mncube kulezinombolo 033 502 2180/033 502 0074 ngezikhathi zomsebenzi.


The Child Welfare and Family Society is trying to locate the whereabouts of the biological parents of the following clients:

• The child concerned is Shanen Nikita Sithole, born August 2, 2007. The mother is Nomvula Chivon Sithole who is dead and the father’s whereabouts are unknown.

• The child concerned is Athandiwe Mabanya, born August 4, 2007. The mother is Neliswa Monica Mabanya who is dead. The natural father’s identity and whereabouts are unknown.

• The children concerned are Thobani Mkhize born March 14, 2001, and Nosipho Mkhize born January 23, 2000. The mother is Nonhlanhla Barbara Mkhize whose whereabouts are unknown, and the father’s whereabouts are unknown.

Anyone with information, must contact social worker Faith Mdunge on 033 342 8971.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.