Izaziso

2017-11-01 06:00
Isithombe: SithunyelweIsibhedlela sase Edendale sicela ukufuniswa umndeni noma izihlobo zika Bandile Mncwabe olinganiselwa eminyakeni emithathu. Uhlala e Sweetwater – kwa Nxamalala. Walethwa esibhedlela ngomhlaka 1 October 2017. u Anti wakhe uNompumelelo Mncwabe. Onolwazi sicela athinte laba abalandelayo uNksz T.B Sithole ku 033 395 4188 noma usonhlalakahle uNkk S. Mncube ku 033 395 4020 umxhumanisi wesibhedlela.

Isithombe: SithunyelweIsibhedlela sase Edendale sicela ukufuniswa umndeni noma izihlobo zika Bandile Mncwabe olinganiselwa eminyakeni emithathu. Uhlala e Sweetwater – kwa Nxamalala. Walethwa esibhedlela ngomhlaka 1 October 2017. u Anti wakhe uNompumelelo Mncwabe. Onolwazi sicela athinte laba abalandelayo uNksz T.B Sithole ku 033 395 4188 noma usonhlalakahle uNkk S. Mncube ku 033 395 4020 umxhumanisi wesibhedlela.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

• IChild and family Welfare Society yase Pietermaritzburg icela ukufuniswa abazali baka Uyanda Hadebe. Igama likamama wakhe nguSiphokazi Hadebe waseMbali. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uZanele kulenombolo 033 342 8971 noma afike emahhovisi alenhlangano aku no 224 Hoossein Haffejee.

• Umndeni wakwaButhelezi eMpolweni Mission eLindokuhle ucela ukufuniswa ubaba kaNonhle Myeza amuthola kuNana Myeza ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa ukuba athintane nosonhlalakahle uNksz Lungile Mazibuko ku 033 569 0260.

• Inhlangano ka SAVF Social Services icela ukufuniswa ubaba kaNkululeko Mthalane oneminyaka engu-11 wase Sweetwaters ozalwa ngu Philisiwe Mthalane ongasekho. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uNksz Z Ngcobo ku 033 342 1229.

• Inhlangano ka SAVF Social Services icela ukufuniswa abazali bakaBayanda Phakathi oneminyaka engu-8 noLindelani Phakathi oneminyaka engu-12. Abazali babo nguNelisiwe Phakathi noSibusiso Zondi. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uNksz Z Ngcobo ku 033 342 1229.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaLindokuhle Zaca owaziwa ngelika Jabulani Sibanyoni umama wakhe kwakunguNontobeko Zaca ongasekho. Onolwazi engathinta nosonhlalakahle uN. Madlala ku 033 382 8612.

• Ngisacela ukufuniswa abazali bakaXolo Nontombi waseAshdown umama waziwa ngoXolo Nomabhaso ubaba akaziwa amagama akhe. Onolwazi ucelwa ukuba athinte usonhlalakahle uKheswa ku 033 392 8600.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaLwazilwakhe no-Anele no-Aphelele Vidima ongaziwa igamalakhe kodwa owakwaNzimande e-Willowfontein kanti umama wabo uNtombifikile Vidima ongasekho ongowase-Willowfontein naye sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uThoko Mncube ku 033 502 0074.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaThandolwethu Ngcobo, Owami Ngcobo noSamkelo Ngcobo ongaziwa kanti umama wabo uNtombikhona Precious Ngcobo ongasekho wase Elandskop. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uMnu. Nsele ku 033 398 1279.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Smangaliso ongaziwa kanti umama wakhe u-Prettygirl Nonkululeko Mkhize ongasekho. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uMnu. K. Msomi ku 033 392 8606.

• Sicela ukufuniswa umama kaScelo Gumede onguDuduzile Gumede wase-Elandskop kanti ubaba wakhe u-Aaron Mafika Mdunge wase Tamboville ongasekho. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uNksz N.K. Dlamini ku 033 392 8623 noma ku 033 392 8612.

• Sicela ukufuniswa umama kaSandile Mdunge onguJabulile ongaziwa isibongo kanti ubaba wakhe u-Aaron Mafika Mdunge ongasekho ongowase Tamboville. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uNksz N.K. Dlamini ku 033 392 8623 noma ku 033 392 8612.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNcikwa Mbali owayezalwa uNcikwa Nokwazi ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uSomtseu eMbilakhahlela ku 033 392 8642.

• Sicela ukufuniswa uSicelo Sokudela ongubaba ka-Aphile Sithole owayezalwa nguNokubonga Sithole. Onolwazi secila athinte usonhlalakahle uN Dlamini ku 033 398 8642 eMbilakhahlela.

• The Department of Social Development PMB Service Office is looking for the father of Slindokuhle Nhlapo date of birth March 22, 2005. His name is Sibongakonke Nkomose. The child’s mother, Manase Nonhlanhla Yolanda Nhlapo, died on May 17, 2009. Anyone with information can contact K. Dobson at 390 Pietermaritz Street or on 033 392 8606 during office hours.

• The Department of Social Development PMB Service Office is looking for the parents of Lilita Dlamini, born on August 19, 2006, and Choima Uche, born on September 17, 2003.
The mother’s name is Thandeka Dlamini and the father is known as Andy Uche. Anyone with information can contact K. Dobson at 390 Pietermaritz Street or on 033 392 8606 during office hours.

• The Department of Social Development is looking for the parents of Noluthando Ayanda Valentine Gasa, born December 5, 1993.

Ms Gasa was allegedly taken from her mother at the age of two months in the PMB, CBD, and does not have any information about her parents. Should anyone have any information contact social worker K. Dobson, 033 392 8606 or at 390 Pietermaritz Street during office hours.

• Kumenywa bonke abantu ababhalisa ukubuyiswa komhlaba ngaphansi kweBhubesi Community Trust abahlala kulawa mapulazi alandelayo kwaMhlathi kwaSiboya, McKenzie, Springvale, Mhlathize, Cliffdale, Foxhill, Ja Malan, Holly Brother Votman, Helman, Hilton Raisethorpe namanye angaphansi kweBhubesi ukuba baphelele emhlanganweni ophuthumayo ozokuba ngomhlaka 12 kuNovemba ngo-9am. Mayelana nencazelo thintana noNkk Mpulo ku 072 340 7381 noma uNkk Sishi ku 074 840 4991.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Bonisiwe Mngadi okunguBhekithemba Mngadi umama wakhe uThembsile Mngadi ongasekho onolwazi angathintana nosonhlalakahle N.Madlala ku 033 392 8612.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.