Izaziso

2017-11-08 06:01

• Sicela ukufuniswa umama kaThobeka Madonda onguNelisiwe Mthembu owayengowaseMatatiele ongaziwa ukuthi wayaphi kanti ubaba wakhe u-Welcome Madonda waseSweetwaters naye ongaziwa ukuthi wayakuphi. Sicela onolwazi ngabo athinte usonhlalakahle Z.L. Gwala ku 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaThabani Mbambo onguPhelelani Hlongwane waseSweetwaters ongaziwa ukuthi wayaphi kanti umama wakhe uNonhlanhla Mbambo ongasekho owayengowaseNdwedwe kodwa ehlala eSweetwaters. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle Z.L. Gwala ku 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa umama kaMaphanga Malibongwe kanye noMaphanga Alicia ogamalakhe uMaphanga Makhosi. Igama likababa wabantwana kwakunguZuma Nkosinathi. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNksz J.S Ndebele ku 033 392 8604.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaZondi Siyamtusa Lindelwa wakwaMpumuza Laduma. Wamthola kuZondi Bongiwe Constance osewashona. Omaziyo sicela afonele usonhlalakahle uPhoswa G.E. kwa-Social Development Youth Centre Vulindlela Service Office 033 505 0083/86/85 or 078 978 7860 or 033 399 0026.

• Ngicela ukufuniswa ubaba kaTshegofatso Kingsley Nkoane (Tshego) ohlala kwa 5023 Phase One, France Location, Pietermaritzburg, ogama lakhe lingu Sean Phillip Nkoane owayehlala e-Alexandra Township eGoli. Anginayo imininingwane eminingi ngaye ngoba angimazi, uTshego ingane kadadewethu ogama lakhe nguFikile Gladness Gwala owashona ngonyaka ka-2008. Uma kukhona omtholayo, ngicela axhumane nami ku 081 096 2871/081 232 5178.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaBanele Snazo Sokhela onguZakhele Shange wase Greytown eShane ongaziwa kanti umama wakhe u-Precilia Thebisile Sokhela ongasekho owayehlala e-Hollybrothers kwaSwayimane. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uMncube ku 033 502 0074.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaValashiya Nomvelo kanye noMvelo Valashiya ababezalawa nguValashiya Noluthando ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNksz Ngcobo ku 031 785 1610.

• Sicela ukufuniswa umama kaMhlongo Asanda ubaba wakhe uMhlongo Lucky Nsukukayifani ongasekho emhlabeni. Onolwazi ashayele usonhlalakahle uNkk Mthiyane 031 785 1610.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMuthwa Nontobeko owayezalwa nguMuthwa Buselaphi Gladys ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle uNksz Mbatha.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaKweyama Nduduzo Sabelo ubaba wakhe nguKweyama Cushiwe ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle uNksz Mbatha ku 031 785 7195.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNgwabe Neliswa umama wakhe usashona kwakungu Mngadi Princess Zama. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uZondo kulenombolo 031 785 1195.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMngadi Anele, Mngadi Wendy kanye noMngadi Thabiso umama wabo washona kwakungu Mngadi Princess Zama. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uZondo kulenombolo 031 785 1195.

• The Child Welfare and Family Society is trying to locate the whereabouts of the biological parents of the following child. The child concerned is Vusumuzi Ntombela, born January 1, 2002, the natural mother is Thandazile Victoria Ntuli who is deceased and the natural father is Genidus Buhlebakhe Ntombela whose whereabouts are unknown. Anyone with information, must contact social worker N. Mdunge on 033 342 8971 between 8am and 4pm. • Sicela ukufuniswa ubaba kaNokwanda Dube kanye noSiyamthanda Dube abahlala e-Cinderella Park. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMnu. K Msomi kulenombolo 033 392 8606.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

And the Paws24 and Hill's winners are ...

Find out who the winners of our Paws24 pet pics and Q&a competitions are...

 

Paws

Keep your family and pets safe from rabies
5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.