Izaziso

2017-12-13 06:02

• The SAVF seeks to find the
father of Kerri-Ann Sawry, born 01/06/2012. Anyone with information must contact Ms C. Bleeker at 033 342 1229.

• Inhlangano ka SAVF Social Services icela ukufuniswa abazali baka Thandolwethu Nolwazi Khanyile oneminyaka emibili ohlala eMbali Unit 1, umama wakhe ngu Busisiwe Khanyile.

Onolwazi ngalaba kucelwa athinte usonhlalakahle uNksz Z Ngcobo ku 033 342 1229.

• Inhlangano ka SAVF Social Services icela ukufuniswa umama ka Thandolwethu Nolwazi Khanyile oneminyaka emibili ohlala eMbali Unit 1, umama wakhe ngu Busisiwe Khanyile. Onolwazi ngalaba kucelwa athinte usonhlalakahle uNksz Z Ngcobo ku 033 342 1229.

• Sicela ukufuniswa umama wengane eneminyaka emibili igamalakhe okungu Elisa Tohlang. Igama lengane uYamkela Maqungo.

Umama wengane wagcinwa ngomhlaka 10 Okthoba 2015 kanti ingane wayishiya kugogo wayo inezinyanga ezintathu. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uZama ku 033 928 8605.

• The Child and Family Welfare is looking for the natural parents of Kubheka Dingaan Claud, born October 31, 2006.
The natural mother is Gloria Mamsie Kubheka and the natural father is Mduduzi Kubheka. Anyone with information must contact Sibongile Gumede on 033 342 8971.

• Usonhlalakahle S. Y. Gumede ucela ukufuniswa uMnu. Alfred Mbazane, ubaba ka Amahle Anna Mjwara ozalwa uBalungile Mjwara ongasekho. Onolwazi sicela ashayele kulenombolo 033 342 8971.

• UMnyango wokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa ubaba ka-Ziyanda Mhlongo. Umama wakhe ngu-Londiwe Mhlongo ongasekho emhlabeni kanti wayehlala e-House No: 1061 Unit J, Imbali Unit J. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle N.E. Ngubane kulenombolo 033 392 8600.

• The Child Welfare and Family Society is trying to locate the whereabouts of the biological parents of the following clients:

• The children concerned are Iviwe Ndawo born October 30, 2014, and Thabiso Ndawo born January 26, 2002, the mother is Thobeka Ndawo who is deceased and the father’s whereabouts are unknown.

• The child concerned is Philani Motsienyane born March 30, 2005, the mother is Fransisca Ntombi Motsienyane who is deceased and the father’s whereabouts are unknown. Anyone with information, must contact social worker Nonhle Dlamini on 033 342 8971 between 8am and 4pm.

• Sicela ukufuniswa umama kaNgcobo Ayanda noNgcobo Andile onguNgcobo Makhosi kanti ubaba wabo uNgubane Khayelihle Brilliant ongasekho.

Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uMnu. S.F. Memela ku 033 505 0084.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNosipho Mchunu noNomagugu Muthwa onguDelisile Princess Muthwa waseSobantu ongasekho emhlabeni kanti ubaba wabo akaziwa. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uMnu. K Msomi ku 033 392 8606.

• Ngicela ukufuniswa ubaba ka Annilla Maphanga ozalwa uNokwanda Maphanga ongasekho emhlabeni, washona ngo April 27, 2008, wayehlala kwa-1946 Unit BB Imbali ubaba ka Annilla asimazi.
Onolwazi sicela athintane nosohlalakahle Mahaye kule nombolo 033 392 8642 kwaMbilakhahlela.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka Emihle Olwethu Chamane.

Umama wakhe uCelimpilo Cynthia Chamane ongasekho emhlabeni owayengowase Mafakatini. Onolwazi athinte usonhlalakahle u-A.S. Mncube 033 505 0083/4.

• Sicela ukufuniswa uMakhosi Ngcobo ongumama ka Ayanda Ngcobo no Andile Ngcobo. Ubaba wabo uBrilliant Khayelihle Ngubane ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uS. Memela kulenombolo 033 505 0083.

• Phambili Private School has two vacant teaching posts for 2018. Applicants must possess a senior primary certificate. Closing date for sending in CVs is December 10. Leave your CV at Lay Ecumenical Centre, Plessislaer.

• Those interested in learning how to sing as a chorister are invited to meet Zakhele M. Hlatshwayo at the Light House Driving School opposite Unisa. The meeting time is 3pm. Call Hlatshwayo on 071 745 1423 for more information.

• The Linwood Communal Property Trust invites members to a meeting to elect new leadership of the Trust on December 17 at the Hazelmere Estates (eNhlosane) at 9am.

Claimants are requested to bring their identity document so they can participate in voting for the new leadership.

For more information, contact chairperson Muziwanele Ngubane on 082 676 6461, secretary Zekani Ngubane on 073 879 2213 or Nomusa Ngubane on 083 345 5336.

• I-Child and family welfare society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa abazali bakaZiyanda Mayeza.

Igama likamama wakhe uSmangele Mayeza.

Obaziyo noma bona uqobo bayacelwa ukuba baxhumane nosonhlalakahle uZanele Mthethwa kule nombolo 033 342 8971 noma bazifikele mathupha emahhovisi alenhlangano aku224 Hoosein Haffejee Street, Pietermaritzburg.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.