Izaziso

2018-02-14 06:00

• Sicela ukufuniswa uHloseni Dube ongumama ka Ayanda Dube ubaba wakhe uSanele Khumalo. Onolwazi angathinta usonhlalakahle N. Madlala ku 033 392 8612.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaThaban Brian Ngubo owaziwa ngoMhlongo waseMqeku mama kaThaban nguWakhe Cynthia Ngubo ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uNksz Z. Mbambo kulenombolo 033 502 0074.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMncube Aphiwe ogama lakhe uMuzi Gwala. Umama kamntwana wayengu Mncube Sindisiwe. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uNksz J.S Ndebele ku 033 392 8604.

• Sicela ukufuniswa umama ka Ayanda Nzimande ohlala ka Gezubuso. Sicela ukuba onolwazi axhumane nosonhlalakahle uMnu. Phoswa kulenombolo 033 392 8600.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNkululeko benoBanele Sokhela abazalwa uPortia Sokhela ongasekho emhlabeni. Onolwazi ngicela athintane nosonhlalakahle NK Hlela ku 033 392 8604.

• Ngisacela ukufuniswa umama kaThandokuhle Dlamini owaziwa ngoBusisiwe Dlamini nobaba wakhe uMakhosonke Dzanibe owaseMbali. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uKheswa kulenombolo 033 392 8648.

• Ngicela ukufuniswa ubaba kaLuthando Phungula owayethandana noZinhle Mlotshwa oke wahlala e-Sweetwaters, Madwaleni. Onolwazi ngobaba kaLuthando Phungula ngicela athintane nosonhlalakahle uZanele Makhaye ku 033 342 0141.

• Sicela ukufuniswa uMampho Mokoena umama kaKarabo Nqhoaki, noAnatholia Nqhoaki, noBaateli Nqhoaki, noSuprice Nqhoaki, noMankemane Nqhoaki.

Umama wabo wayewaziwa ngelikaMampho Nqhoaki, ubaba wabo nguNeo Albert Nqhoaki. Onolwazi sicela athinte sonhlalakahle T.A Zondi ku 033 392 8600.

• Sicela ukufuniswa umama kaBayanda Mayeza noSiyamthanda Mayeza uwayewaziwa ngelikaPhilisiwe Mayeza. Ubaba wezingane nguSandile Madlala ohlala Azalea. Onolwazi athine usonhlalakahle T. A Zondi ku 033 392 8617.

• Sicela ukufuniswa umama kaNtokozo Myeza owanyamalala ngo 2009 obehlala e-Pietermaritzburg. Igama lakhe nguMantonto Nxumalo. Onolwazi akaxhumane nosonhlalakahle u-NJ Shabalala kulenombolo 033 392 8609.

• Sicela ukufuniswa uDelani Memela ongaphilile kahle ekhanda. Ngonyaka odlule kunengane eyafaka isaziso ithi icela ukufuniswa yena uDelani ithi ngoba ungubaba wayo futhi icela nokufuniswa noma izihlobo zakhe uDelani. Onolwazi ngokuthi uDelani ukuphi noma yona ingane ebikade imfuna ucelwa axhumane noMmamsi Mwelase wase Imbali eMaqeleni kulenombolo 072 940 0409 noma athinte uSinethemba Zondo ku 062 251 6102.

• Sicela ukufuniswa uMlungisi Zondo obehlala e-Ashdown kodwa okubikwa ukuthi usehlala eNtshanga. Sicela onolwazi athinte uMmamsi Mwelase ku 072 940 0409 noma axhumane noSinethemba Zondo ku 062 251 6102.

• Sicela ukufuniswa abazali bakaMiya Dimakatso noMiya Thabiso, umama wabo ongaziwa igama lakhe uMiya Malerato. Onolwazi angathinta usonhlalakahle T.F Mdluli 033 392 8617.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

Keep your family and pets safe from rabies

The recent outbreak of rabies in South Africa has brought to light how terrible this disease is and how as pet parents we need to be vigilant to keep our families safe.

 

Paws

5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
How to clean your dog’s eyes
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.