IZAZISO

2018-02-21 06:00

•UMNYANGO wezeNhlalakahle ucela ukufuniswa ubaba ka Karabelo Zondi owaziwa ngo-Alfred Motaung ayemuthole kuSbongile Zondi. Ongaba nolwazi engaxhumana nosonhlalakahle u-L.P Njilo ehhovisi laseVulindlela eTaylors kwinombolo ethi :033 505 0086/87

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSisonke Snothando Gumede noZekhethelo Gumede abazalwa uPrincess Snenhlanhla Gumede ongasekho emhlabeni. Onolwazi engaxhumana nosonhlalakahle u-N.Z Zondo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaBamanele no-Asanda abazalwa nguLindiwe Thabethe ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela ukuba axhumane nosonhalalakahle uB.G Ngcobo enombolweni ethi: 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSbonelo Zulu ozalwa uNelisiwe Zulu ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-B.G Ngcobo enombolweni ethi: 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaLungelo Mlambo ozalwa uNonhlanhla Mlambo ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela exhumane nosonhlalakahle uB.G Ngcobo enombolweni ethi: 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa abazali baSthembile Zondi. Igama likamama wakhe uZandile Skhakhane elika kababa wakhe uNkosinathi Sikhakhane. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uB.G Ngcobo enombolweni ethi: 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa abazali baThulo Thulo umama wakhe amulahla enezinyanga ezine wamushiya ukuba agadwe udadewabo uNkhaketseng Thulo. Igama likamama wakhe uLitsabako Thulo kanti igama likababa wakhe alaziwa. Abazali bakhe bahlangana kwaDambuza. Onolwazi angaxhumana no-T.F Mdluli enombolweni ethi: 033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSbusiso Ngubane owagcina kubonakala e-Elandskop emaSwazini. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-S.F Memela enombolweni ethi: 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa umama kaNosipho Khambule igama lakhe nguNompumelelo Khambule wase-Edendale. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-D.Z.A Mkhize enombolweni ethi: 033 392 6005.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andile Ndlovu ozalwa uSindi Ndlovu wakwaDambuza ongasekho emhlabeni. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-R.J Mthiyane enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa uNkosi Maphumulo ongubaba kaNontobeko Ncwane. Umama wakhe uNompumelelo Ncwane ongasekho emhlabeni. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-R.J Mthiyane enombolweni ethi: 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa uNokulunga Mjwala ongumama kaSandisiwe Sthembile Mutle. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-N.N Linda enombolweni ethi: 033 505 0087/4/3.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andile Mdunge ozalwa uBongekile Angel Mdunge ongasekho emhlabeni. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uB.G Ngcobo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa abazali baThabiso Mhlanga abangaziwa. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uZanele Mthethwa noma

uDlamini enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa umama kaSyamthanda Ngubane ozalwe ngomhla ka-16 kuMasingane (January) ngo-2017.

Igama likamama u-Andiswa Ngubane owagcina ukubonakala eMsunduzi. Ubaba wengane uSanele Hlela. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle

u-T Mncwabe enombolweni ethi: 033 505 0097.

•Sicela ukufuniswa uMzwandile Mchunu

noNtombi Makhathini okungabazali baNoxolo Mchunu. Ongaba nolwazi sicela axhumane

nosonhlalakahle uNtsele enombolweni ethi: 033 505 0087.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba nomama ka-Letina Nosipho Mlambo okunguThemba Majola noNaledi Mlambo abahlala eHarewood.

Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle noNkosinathi Shezi wase 224 Hoosen Haffejee, enombolweni ethi: 033 342 8971.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

To smoke or not to smoke

2018-08-19 10:09

Inside News24

 
/News
 

And the Paws24 and Hill's winners are ...

Find out who the winners of our Paws24 pet pics and Q&a competitions are...

 

Paws

Keep your family and pets safe from rabies
5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.