IZAZISO

2018-03-21 06:00

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Wendy Mchunu. Igama likayise uSbusiso Mchunu kanti nomama wakhe akaziwa. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi: 033 505 0083/4.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSyamthanda Sthabiso Zuma ozalwa uBonakele Zuma ongasekho emhlabeni owayehlala kaMgwagwa. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi: 033 505 0083/4.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNomfundo Kalipa owayezalwa uThembekile Kalipa wase-France ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uZama Mbambo enombolweni ethi: 033 502 2188.

•Sicela ukufuniswa uDudu Khuzwayo ongumama kaSiyanda Ngubane kanti ubaba wakhe uXhegu Ngubane waseMafakitini ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi: 033 505 0083/4.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKwanele Gwala, Sphesihle Hlongwane noKwanele Hlongwane abazalwa uGugu Gwala. Igama likayise wabo u-Anton Hlongwane.

•Sicela ukufuniswa abazali baThandolwethu Hadebe ohlala nogogo wakhe uBhengu Mkhipheni.

•Sicela ukufuniswa abazali baSimphiwe Nzimande Ntethelelo obehlala no-anti wakhe uFikile Shelembe.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Owethu Mwelase okunguBongani Madlala owagcina ukubonakala eNhlazatshe. Igama likamama uNompumelelo Mwelase. Ongaba nolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa umama kaSiyethemba Majola owazalwa ngomhla ka-19 November 2013 endaweni yakaNxamalala.

Igama likamama wakhe uSphumelele Majola waseBhobhonono. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa umama kaSiyabonga Mbambo igama lakhe kunguNomthandazo Matsika.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNkululeko noSigcinile Zwane baseZibovini. Igama likababa wabo uMduduzi Ngcobo. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi: 033 505 0083.

•UMnyango we-Social Development ucela ukufuniswa umama kaThamba Khuzwayo owazalwa ngomhlaka 4 January 2006. Igama likamama wakhe uZodwa Nomnganga kanti ubaba wakhe uBongani Khuzwayo.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-K. Dobson enombolweni ethi: 033 3928606.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Amanda Alondwe Mbanjwa owazalwa ngomhla ka-14 November 2010. Igama likamama wakhe uSithembile Mbanjwa ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali baSimthandile Mdlalose owazalwa ngo mhla ka-14 November 2010. Igama likamama wakhe uZandy Mdlalose kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaLonwabo Dlamini wazalwa ngo mhla ka-18 February 2018 ezalwa uNoluthando Lovely Dlamini ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNolwazi Phungula owazalwa ngomhla ka-25 January 2017 ezalwa uThembeni Phungula ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Asiphe Mawande Ntaka owazalwa ngomhla ka-15 April 2008 ezalwa no-Avela Lungelo Ntaka owazalwa mhla ka-12 November 2001 ezalwa uLungile Precious Ntaka ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali baSithabile Nokwanda Goba owazalwa ngomhla ka-7 November 2004. Igama likamama uNozipho Mncwabe kanti ubaba uMduduzi Goba abangaziwa ukuthi balaphi.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSilondwe Majola owazalwa mhla ka-3 March 2013 ezalwa uThabisile Rejoice Majola ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Aphelele Makhathini owazalwa mhlaka 20 October 2006 kanye no-Asanda Makhathini owazalwa ngomhlaka 21 November 2004 bezalwa u Sindisiwe Debbie Makhathini ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Amanda Shange owazalwa mhla ka-14 December 2002 ezalwa uNtombifuthi Shange ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaBongumusa Chule owazalwa ngomhla ka-20 February 2005 ezalwa uNomalungele Chule ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali baLebohang Thandolwakhe Majola owazalwa mhla ka- 14 February 20014. Igama likamama wakhe u-Marcia Senamile Majola ongaziwa ukuthi ulaphi kanti ubaba yena akaziwa. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Amahle Ngubo ozalwe mhlaka 08/09/2004, umama wakhe waziwa ngo Nomonde Ngubo ongasekho. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThandolwethu Shezi ozalwe mhlaka 07/10/2015, umama wakhe waziwa ngo Thandazile Thembeka Shezi ongasekho.Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNkeletseng Lipholo ozalwe mhlaka 18/12/2002, umama wakhe waziwa ngo Mptseona Lipholo ongasekho.Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa umama kaNosihle Zondo ozalwe mhlaka 23/06/2009, umama wakhe waziwa ngo Nonhlanhla Zondo, ubaba wakhe ongasekho.Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaBongumusa Chule ozalwe mhlaka 10/02/2005, umama wakhe waziwa ngo Nomonde Nomalungelo Chule ongasekho.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Dintle Molakeng ozalwe mhlaka 07/09/2014, umama wakhe waziwa ngoMandisa Molakeng, ubaba wakhe waziwa ngo Sihle Hlophe.Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonjabulo Mdunge enombolweni ethi: 033 342 8971.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.