IZAZISO

2018-03-21 06:00

•I-CHILD and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa abazali nezihlobo zomntwana womfana. Osonhlalakahle bamethe igama bathiuLuthando Zondo. Kusolakala ukuthi umama womntwana wamshiya umtwana eLoop street police station zingu 29 September 2013.

•I- Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa uDimisa Madiba ongubaba kaSanele Thamsanqa Shelembe. Umama womntwana uZamani Shelembe ongasekho emhlabeni.

•I-Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa abazali abango Nhlanhla Prince Khumalo, Muli Mailosi no Bongiwe Mweli. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonhlanhla Ndlela enombolweni ethi: 033 342 8976 noma azifikele mathupha kule nhlangano ku 224 Berg street, PMB, 3202.

•I-Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa uLondiwe Miya owashiya ingane ewumfana e-Edendale Hospital ngoNovember 2017. Wabhalisa ukuthi uhlala e Unit 14 Imbali.

Onolwazi sicela ukuba axhumane nosonhlalakahle uZiyanda Lubambo enombolweni ethi: 033 342 8976 noma azifikele mathupha kule nhlangano ku 224 Berg street, PMB, 3202.

•I-SAVF Social Services icela ukufuniswa ubaba kaSinakhokonke Salome Ntuli owazalwa ngomhla ka August 3, 2017. Igama likababa wakhe uJoseph kanti akaziwa ukuthi washonaphi.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMpho Thamae enombolweni ethi:033 342 1229.

•Sicela ukufuniswa umama kaSamkelo Ndlovu owazalwa mhla ka-17 February 2017. Igama likamama wakhe uNomfundo Nkontwane owagcina ukubonakala eMpendle. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-Mr T. Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThembinkosi Thomas Mkhize ongaziwa. Igama likamama uLindiwe Joyce Mkhize waseSigodini ongasekho.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-D.Z.A Mkhize enombolweni ethi:033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa umama kaSisanda Mnikathi igama lakhe kunguThobile Mnikathi. Ingane wayishiya nobaba wayo uSabelo Shange ngo-June 2014. UThobile ungowokuzalwa e-Elandskop ngakaZinqamu.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uVilakazi enomolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Akhona Molefe no-Josephinah Molefe abangaziwa. Igama likamama uMphonyane Molefe waseMafakatini ongaziwa ukuthi wayaphi. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMncube enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa uDaniel Dlamini onguyise kaRithabile noSanelisiwe Cule abazalwa uKholeka Patience Cule ongasekho. UDaniel wayesebenza e-Underberg ngo-2010. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi : 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andiswa noSindiswa Zuma baseSwampo. Igama likababa uBhekinkosi Sithole umama uLondiwe Zuma waseSwapo.

Onolwazi sicela axhumane no F. Cajee enombolweni ethi : 033 342 8971.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.