IZAZISO

2018-04-25 06:00

•Sicela ukufuniswa uMama kaZamagambu Sphengane obehlala Embali unit BB ePietermaritzburg. Igama likaMama nguMandisa Sphengane. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMnuz NJ Shabalala enombolweni ethi: 033 392 8609.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThabile Maphumulo owayehlala eDambuza. Igama lamama wengani nguKhethiwe Eunice Maphumulo ongasekho emhlabeni. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle NJ Shabalala enombolweni ethi: 033 392 8609.

•Sicela ukufuniswa abazali baNoxolo Lungelo Zulu abadabuka KwaNongoma. Igama likamama womntwana alaziwa.

Igama likababa nguMdumiseni Myeza owayehlala eNanda.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMnuz Shabalala enombolweni ethi: 033 392 8609.

•Sicela ukufuniswa umama nobaba kaZama Luthuli oneminyaka emibili no Ayanda Luthuli ozalwe mhla ka-21 kuJune 2009. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle T. Zondi enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali baBandile Gasa ozalwe mhla ka 14 ku-January 2015, umama wakhe waziwa ngo Ntokozo Gasa owayehlala kwaPata.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle T. Zondi enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Juniour Zuma oneminyaka emithathu kanye noNhlonipho Zuma oneminyaka emibili, umama wakhe waziwa ngo Sindisiwe Zuma.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle

T. Zondi enombolweni ethi : 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Nenekazi Nguse ozalwe mhla ka-19 ku-August 2013 kanye no Inathi Nguse ozalwe mhla ka-13 ku-August 2011, umama wakhe waziwa ngo Nonhlanhla Nguse. Onolwazi sicela
axhumane nosonhlalakahle T. Zondi enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Anelani Magwenyana, Fungiswa Remotesa, Thabisile Mphuthi kanye no Senzo Magwenyana, umama wabo waziwa ngo Nomvula Mgwenyana, ubaba wabo Thulani Mphuthi ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle T. Zondi enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali baKwazi Molefe ozalwe mhla ka-24 kuNovember 2007 no Jenoca Molefe ozalwe mhla ka-11 ku-August 2009.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle

T. Zondi enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali baKhayone Feni uzalwe mhla ka-09 ku-August 2016, Mothiwane Lingomso uzalwe mhla ka-08 ku-August 2017. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle T. Zondi enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaZolani Dlamini uzalwe ngo 2003, umama wakhe obewaziwa ngoNompilo Eunice Dlamini ongasekho ehlabeni.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle T. Zondi enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Inhlangano i-SAVF Social Services icela ukufuniswa ubaba kaOlwethu Isaacs owazalwa ngomhla ka-5 kuDecember 2017 . Igama likamama Lee-Ann Isaacs ozalwe ngomhla ka-07 kuseptember 1995. Ubaba kusolwa ukuthi uNqobile Zondi ohlala eSouthgate Spar.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMbali Buthelezi enombolweni ethi: 033 342 1229.

•Sicela ukufuniswa umama kaVukani noFanelesibonge Mtolo. Igama likamama uNokuphiwa Mtolo ozalwa eMzimkhulu eMvubukazi.

Wagcina ukubonakala eMayville eThekwini.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNkk Ngubane enombolweni ethi: 033 505 0084 okanye ashayele lenombombolo ethi:
072 658 0185.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.