IZAZISO

2018-05-02 06:00

•IPietermaritzburg Child Welfare icela ukufuniswa umama wengane eyatholwa ilahliwe ngomhlaka 17 October 2017 eduze kwaseKujabuleni Centre eduze kwase-Lay Centre. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZiyanda Lubambo enombolweni ethi: 033 342 8971 okanye afike kunombolo 224 Berg Street.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSibusiso Ndlovu igama lakhe kunguZama Dlamini waseMpangeni. Igama likamama uWinie Tholakele Ndlovu waseSigodini ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMrs D.Z.A Mkhize enombolweni ethi: 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThobeka Noli Tjabane ongaziwa. Igama likamama uSibongile Tjabane waseBultfontein ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMiss N.P Ngubane enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaXolile Ndlela kanye nothandolwethu Ndlela. Igama likababa kaXolile uSpha Mgoza kanti ubaba kaThandolwethu yena uThabani Sosio waseHowick. Umama walezi zingane uSimangele Ndlela wase-Elandskop ongaziwa ukuthi washonaphi. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-S.M Memela enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Thabile Maphumulo owayehlala eDambuza. Igama lamama wengani ngu Khethiwe Eunice Maphumulo ongasekho . Onolwazi axhumane no social worker NJ Shabalala kule number 033 392 8609.

•Sicela ukufuniswa abazali Baka Noxolo Lungelo Zulu abangokudabuka kwaNongoma. Igama likamama womntwana igama likababa ngumdumiseni Myeza .Kuthiwa wayehlala enanda. onolwazi sicela axhumane no social worker Mr NJ Shabalala kule number 033 392 8609.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Relebohile Tamahana ongaziwa. Umama ngu Thamahana Mothomang Cecilia akasekho emhlabeni. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize ku 033 392 8600/7.

•Sicela ukufuniswa umama kaHlongwane Thabile ongu Ntsehiseng Hlongwane odabuka eMatatielle. Ubaba akaziwa ukuthi ungubani. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize ku 033 392 8600/7

•Sicela ukufuniswa umama ka Sizwe Ntombela ongu Nobuhle Ntombela. Ubaba ngu Sthembiso Dlamini. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize ku 033 392 8600/7.

•Sicela ukufuniswa umama ka Thato Matabane ongu Marolisang Motlodi ongaziwa, ubaba ngu Matabane Hlonono Peter.

Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize ku 033 392 8600/7

•Sicela ukufuniswa abazali ba Zamagambu Spengane . Abanyamalala eminyakeni esisithupha edlulile. Igama like mama ngu Mandisa Spengane kanye nelikaba ongu Nhlanhla Memela . Onolwazi axhumane no social worker Mr NJ Shabalala kule number 033 392 8609.

•Inhlangano iChild and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa ubaba ka Siyanda Phungula amthola ku Mathombi Agnes Phungula ongasekho.

Onolwazi kuyacelwa ashayele emahhovisi alenhlangano kulenumber 033 342 8971 noma afike emahhovisi alenhlangano aku aku 224 Hoosen Haffejee Street, Pietermaritzburg acele uSonhlalakahle uZama Mdunge.

• Inhlangano Ichild and Family welfare Society of PMB icela ukufuniswa ubaba ka Andiswa Phoswa ozalwa wuNtombizodwa Phoswa ongasekho. Omaziyo noma yena uqobo uyacelwa ukuba athintane no Sonhlalakahle uVuyo Ngcekwa ku 033 342 89721 noma afike Emahhovisi alenhlangano aku 224 Hoosen Hafejee street.

• Besisacela ukufuniswa ubaba kaWandile kanye noSbahle Mdluli. Onolwazi angathintana no Social Worker Mr N.Mchunu kulenombolo 033 3928 600.

• Besisacela ukufuniswa umama kaSnothando Ngubane. Igama lika mama kwakunguban Ntombi Chonco owayehlala eSnathing.

Onolwazi angathintana no Social Worker Mr N.Mchunu kulenombolo 033 392 8600.

•Besisacela ukufuniswa ubaba kaDelisiwe Neliswa Shoba owayehlala eBulwer. Igama lika mama kaNeliswa kwakungu Nonhlanhla Shoba.

Onolwazi angithintana noMr N.Mchunu kulenombolo 033 392 8600.

•Besisacela ukufuniswa umama kanye no Baba kaMinehle Mabovula. Igama lika mama nguSbuyile Mabovula,elikababa alaziwa.

Onolwazi angathintana noMr N.Mchunu kulenombolo 033 392 8600.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.