IZAZISO

2018-05-30 06:00

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNomfundo Mbeje ozalwa ngu-Maria Tholakele Gwaka ongasekho emhlabeni owayehlala endaweni yaseNtembeni eduze kwasoSizweni Store.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-X.P Mahlobo enombolweni ethi: 033 505 0083/4/6.

•Sicela ukufuniswa umama kaSithandiwe Thansi igama lakhe kunguSindiswa Thansi ongaziwa ukuthi ukuphi. Igama likababa wakhe uMcabango Mtolo waseThekwini eChesterville.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNkk S.F Memela enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Lekedseng noZinhle noMbulelo Majola nomama wabo.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMchunu enombolweni ethi: 033 392 86 00.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Abongwe Mkhulane ozalwa nguLuthando Mkhulane. Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle enombolweni ethi: 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa umama kaPhiwokuhle Bhengu igama lakhe kungu Bonawe Mkhuze owagcinwa ehlala KwaMagwenyana.

Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle uNks Zungu enombolweni ethi: 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Aphelele Zikalala igama lakhe kunguBhekani Zikalala ongaziwa. Igama likamama wakhe uThembi Khanyile wase-Elandskop ongasekho.

onolwazi sicela athintane nosonhlakahle u-S.F Memela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa abazali baSimphiwe Zuma, ubaba wakhe u-Ayanda Zuma waseMafakatini.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-A.S Memela enombolwenii ethi: 033 505 0083/4/7.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaBoitumelo Harris ongaziwa. Umama wakhe u-Keneyoe Harris ongasekho owayehlala e-Railway station .

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uS. Dlamini enombolweni ethi: 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Ayanda Aphelele Ndlovu owaziwa ngoPhumlani Vilakazi nokuthiwa uyaye abonakale edolobheni laseMgungundlovu.

Omaziyo sicela axhumane nosonhlakahle uN.P Phungula enombolweni ethi: 033 392 8610 okanye avakashele amahhovisi ezenhlalakahle KwaMbilakhahlela.

•Sicela ukufuniswa uPrecious Khumalo owayaziwa ngoNompumelelo owayehlala eMbali Unit 2 owahamba ethi uyofuna amatoho eThekwini washiya ingane yakhe u-Asanda Skhakhane.

Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle u-N.P Hlongwa enombolweni ethi: 033 392 8610.

•Sicela ukufuniswa abazali baThamae Ziphozonke John.

Umama wakhe uThamae Nthabeseng nokuthiwa ubonakala eMpumalanga. Ubaba wengane yena akaziwa igama lakhe. Umama washiya ingane nomalume e-Oribi Village.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uN.P Hlongwane enombolweni ethi: 033 392 8610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKwenzile Myeza owazalwa ngomhla ka-8 March, 2001.

Umama wakhe uThandi Philipina Myeza ongasekho emhlabeni owayehlala e-New Hanover eNgqaza Farm .

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNks Hlengiwe Msomi enombolweni ethi: 033 502 2187.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThembokuhle Sokhela owazalwa mhla ka-18 February , 2004. Umama wakhe uThembisile Rose Sokhela owayehlala e-New Hanover eShiyabazali ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNks Hlengiwe Msomni enombolweni ethi: 033 502 2187.

•Sicela ukufuniswa uNomathemba Shabalala wase-Dundee e-Grangside owashiya izingane zakhe ezimbili ezingamawele uLwazi noLwethu Dladla. Izingane zakhe wazishiya nobaba wazo uMpilwenhle Dladla eMaqongqo eMkhambathini. Onowlazi sicela ashayele inombolo: 074 7453 416 okanye 033 5050 084.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Nondumiso Khanyile owaziwa ngoKunene. Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle uKheswa enombolweni ethi: 033 392 8648.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Sinako Mthembu owaziwa ngoSboniso Mpungoseni. Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle uKheswa enombolweni ethi: 033 392 8648.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa uNomagugu Nguse okungumama ka Ayolwe no Ingani Nguse.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa uMzwandile Khumalo ongubaba ka Siphosethu Khumalo owazalwa zingu-26 February, 2008, uNjabulo Kunene ubaba ka Melokuhle Mdaka owazalwa zingu- 29 April, 2010 UGotso Phori ubaba wamawele uSomeleze no Asemahle Mdaka.

•Sicela ukufuniswa no mama wabo labantwana ukungu Zameka Mdaka wase Dambuza. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uThembi Zondi ku: 033 342 8971.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa umama uNomvula Magwenya / Mokoena kanye no baba uThulani Mphuthi okungabazali ba Anele Magwenya, uFundiswa Remotera owazalwa zingu-18 September, 2009, uThabile Mphuthi no Senzo Magwenya owazalwa zingu-16 March, 2014. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNonhle Dlamini ku:033 342 8971.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Omhle Junior Dladla no Oluhle Talente Dladla abazalwa uNtombifikile Zamaphembe Dladla ongasekho. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uBuhle Madlala ku:033 342 8971.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Sphelele Phoswa owazalwa zingu-30 August, 2016 no mama wakhe u Ziningi Phoswa. Ubaba ka Amahle Zondi ozalwa ngu Thandeka Zondi ongasekho.

Onowlazi sicela axhumane nosonhlalakahle Unonhlanhla Ndlela ku 033 342 8971.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa umama u Pretty-Girl Nombulelo Mgobhozi nobaba uKhehlo Mfeka abazali baka Amasha Mgobhozi noNomvula Mgobhozi.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNduduzo Sithole ku:033 342 8971.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.