Izaziso

2018-06-06 06:00
ISITHOMBE: SITHUNYELWEU-Athule Nala okufunwa ubaba wakhe.

ISITHOMBE: SITHUNYELWEU-Athule Nala okufunwa ubaba wakhe.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

•SICELA ukufuniswa ubaba kaSiyanda Phungula ozalwa wuAgnes Phungula ongasekho. Onolwazi kuyacelwa ashayele kulenombolo: 033 342 8971 acele uSonhlalakahle u Zama Phungula.

•Kufunwa abazali baka Thabang no Lerato Ndebele. Igama lika mama wabo u Manunu Ndebele kanti ubaba wabo wuTumelo Rabiri.Onolwazi kuyacelwa ukuba ashayele kule number: 033 342 8971 acele uSonhlalakahle uZanele Mthethwa.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Athule Nala (osesithombeni) owazalwa ngomhlaka 25 April 2003. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMiss Sokela enombolweni ethi: 031 785 1193.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNomfundo Mbeje ozalwa ngu-Maria Tholakele Gwaka ongasekho emhlabeni owayehlala endaweni yaseNtembeni eduze kwasoSizweni Store.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-X.P Mahlobo enombolweni ethi: 033 505 0083/4/6.

•Sicela ukufuniswa umama kaSithandiwe Thansi igama lakhe kunguSindiswa Thansi ongaziwa ukuthi ukuphi. Igama likababa wakhe uMcabango Mtolo waseThekwini eChesterville.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNkk S.F Memela enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Lekedseng noZinhle noMbulelo Majola nomama wabo.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMchunu enombolweni ethi: 033 392 86 00.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Abongwe Mkhulane ozalwa nguLuthando Mkhulane. Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle enombolweni ethi: 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa umama kaPhiwokuhle Bhengu igama lakhe kungu Bonawe Mkhuze owagcinwa ehlala KwaMagwenyana.

Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle uNks Zungu enombolweni ethi: 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa abazali baka Thandeka Mchunu. Ubaba wakhe u Sthombe Shabalala, umama wakhe u Gugu Mchunu. Kucelwa bathinte usonhlalakahle uNathi Shezi kulenombolo 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa uManunu Mokoena kanye no Tumelo Ndebele okungabazali baka Thabang no Lerato Ndebele. Kucelwa bathinte u Social Worker uZanele Mthethwa ku 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa abazali baka Anele noSenzo Magwenya, uFundiswa Remotera kanye no Thabile Mphuthi. Umama wabo u Nomvula Magwenya/Mokoena. Ubaba yena akaziwa.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaXulu Sandile owamthola kuXulu Elizabeth Grace Khanya ongasekho emhlabeni waseAshdown.

Onolwazi athinte usonhlalakahle uKheswa enombolweni ethi:
033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Twala Bayanda ozalwa zingu 2001/07/01. Umntwana watholakala eEscourt Provincial Hospital ngo 08/10/2001. Kucelwa uma ekhona onolwazi ngo baba wakhe axhumane noSonhlalakahle Nksz Hlengiwe Msomi enombolweni ethi: 033 502 2187 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Duma Nkosinathi, ozalwa zingu 2001/02/23.

Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Duma Shonisile Praiseworth owadlula emhlabeni zingu 2011/04/03. Umama wakhe wayehlala Ozwathini- KaNodwengu. Uma ekhona onolwazi ngo baba wakhe axhumane noSonhlalakahle Mnu. Lethuxolo Dladla kulenombolo 033 502 2187 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Mthombeni Sibusiso ozalwa zingu 2001/08/27. Umntwana watholakala eCommunity of Jesus Compassion.

Uma ekhona onolwazi ngo baba wakhe axhumane noSonhlalakahle Nksz Hlengiwe Msomi enombolweni ethi: 033 502 2187 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Zuma Noluthando, ozalwa zingu 2008/02/06. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu- Zuma Lindokuhle owadlula emhlabeni zingu 2018/04/13. Umama wakhe wayehlala eNew Hanover- Shiyabazali.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle Nksz Hlengiwe Msomi ku033 502 2187 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Zondi Musa ozalwa zingu 2001/11/19. Umntwana watholakala e-Community of Jesus Compassion.

Kucelwa uma ekhona onolwazi ngo baba wakhe axhumane noSonhlalakahle Nksz Hlengiwe Msomi ku033 502 2187 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaXulu Sandile ongaziwa igama lakhe owamthola kuXulu Grace Elizabeth Khanya ongasekho emhlabeni onolwazi ucela ukuba athinte usocial worker uKheswa enombolweni ethi: 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Oluhle Dlamini owazalwa mhlaka 6 February 2013. Igama likababa wakhe uMzalisane Nxele kanti umawakhe uNobuhle Dlamini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMpho Thamae enombolweni ethi: 033 342 1229.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.