IZAZISO

2018-06-20 06:00

•Sicela ukufuniswa ubaba kaZamokuhle Khasibe kanye no Lwandile Khasibe ongaziwa.

Sicela onolwazi axhumane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi: 033 5050083.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Mkhize Asanda Azile kanye no Mkhize Aphile Kwanele abazalwa uMkhize Ziningi Princess ongasekho.

Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle Miss J.S Ndebele ku 033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaBandile Dlamini ozalwe ngomhla ka 16/11/2017. Igama likamama wakhe uNompumelelo Dlamini waseZinketheni .

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMbali Buthelezi ku-Prince Alfred Street, enombolweni ethi : 033 342-1229.

•Sicela ukufuniswa uMncedisi Mqhwathu ongubaba kaSiphesihle Mqhwathu ozalwe mhla ka 06/08/2017.

Igama likamama uMasabanda Mokoena ozalwa ngomhla ka 1990/10/16. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uGugu Hlengwa ku-Prince Alfred Street, enombolweni ethi :033 342-1229.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Asiphe Grace Mlaba ozalwe ngo hla ka 05/04/2018. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uGugu Hlengwa ku-Prince Alfred Street, enombolweni ethi :033 342-1229.

•Sicela ukufuniswa uNonhlonipho Mbanjwa ongumama ka-Esethu Mbanjwa ozalwe mhlaka 04/03/2017.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uGugu Hlengwa ku-Prince Alfred Street, enombolweni ethi :033 342-1229.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Oluhle Ngcobo okuthiwa wahamba ethi uya eGreytown.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uLinda enombolweni ethi : 033 505 0087/3/4.

•Sicela ukufuniswa umama kaGugu Sukoluhle Mkhize igama lakhe kunguLungile Mkhize ongowaKwaMaphumulo ngokuzalwa owayehlala eLindelani eNtuzuma.

Igama likababa wakhe uNkosikhona Rivhman Ndlela waKwaSwayimane eMabheleni.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uKhwezi Njokwe enombolweni ethi : 033 502 2188.

•Sicela ukufuniswa umama kaBandile Nxele ozalwa nguSiphosenkosi Alfred Nxele wase-Azalea ongasekho.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-Ann Buthelezi enombolweni ethi : 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Anathi Syamthanda Dlamini igama lakhe kunguVusi Ndlovu owayehlala eSweetwaters.

Umama wakhe uZama Snethemba Dlamini ongasekho waseMbali.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uZama Mazibuko enombolweni ethi : 033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa abazali baNonhlanla Xozela.

Umama wakhe uNomveliswa Xozela obonakala eMatatiela kanti ubaba wakhe akaziwa.

Onowlazi sicela axhumane nosonhlalakahle uS.F Memela enombolweni ethi : 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Asanda noLuyanda Mchunu waseMaswazini.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-S.F Memela enombolweni ethi : 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaVukani Syamthanda Mnikathi waseZondi Store e-Elandskop.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-S.F Memela enombolweni ethi : 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMohlakwane Tsepo kanye no Mohlakwane Nosipho ababezalwa uMhlakwane Dineo ongasekho. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-B.G Ngcobo enomolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba Valashiya Mvelo noNomvelo ababezalwa uBuyiswa Annastasia Valashiya ongasekho.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-B.G Ngcobo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNene Siyamthanda owayezalwa uSthembile Nene ongasekho.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-B.G Ngcobo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSmangele Ngcongo owayezalwa uNobuhle ongasekho.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-N.Z Zondo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaVelenkosini Zungu owayezalwa uNokuthula Zungu ongasekho.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.Z Zondo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSihle Mpangisa Maphanga owayezalwa uNolusha Maphanga ongasekho.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-N.Z Zondo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThobani Shange owayezalwa uLindiwe Shane ongasekho.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-N.Z Zondo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Aphiwe Shange umama wakhe ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-N.Z Zondo enombolweni ethi : 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSinenhlanhla Mbeje umama wakhe ongasekho emhlabeni kanti umndnei wakhe uhlala KwaNyavu eMkhambathini.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNdwandwe enombolweni ethi : 031 7651610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNkanyiso Dube umama wakhe ongasekho emhlabeni kanti umndeni wakhe uhlala eMkhambathini Esiweni.

Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNdwandwe enombolweni ethi ethi : -31 785 1195.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSambulo Gumede umama wakhe ongasekho emhlabeni kanti umndeni wakhe uhlala eMkhambathini Ophokweni.

Onowazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNdwandwe enombolwenie thi : 031 785 1195.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.