IZAZISO

2018-06-27 06:03

•Sicela ukufuniswa abazali baMxolisi, Xolani and Remaketse Mokoena. Noma ubani onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-F. Cajee ku: 033 342 8971 phakathi kuka 8 am no 12 pm.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Pinky Mofokeng owazalwa mhla ka 17/12/2007 kanye noBolokang Mofokeng owazalwa mhla ka 23/04/2012. Umama wakhe uMookhoo Mofokeng kanti ubaba wakhe yena akaziwa.Onolwazo sicela axhumane nosonhlalakahle uSindi Hlophe enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa umama kaBanele Madlala owazalwa ngomhlaka 30/11/2013 kanye noSyamthanda Madlala owazalwa ngomhlaka 10/08/2011. Umndeni wabo ungowase-Azalea.

•Sicela ukufuniswa abazali baThandeka Mazibuko owazalwa ngomhlaka 13/06/2002. Umndeni wakhe ungowase-Azalea.

•Sicela ukufuniswa abazali baVuyani Makhathini owazalwa ngomhlaka 16/07/2016. Igama likamama wakhe uZamantshahe Mkhathini wakwaMadiba, e-Eastwood owazalwa ngo29/03/2001 kanti ubaba yena akaziwa. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uGugu Hlengwa e-SAVF Social Services in Prince Alfred Street, Pietermaritzburg enombolweni ethi: 033 342 1229.

•Sicela ukufuniswa umama ka Isanda Jili obehlala eMbali Unit 13 Phase 4. Igama likamama ngu Buyiswa Jili owanyamalala ngo-August 2016. Onolwazi sicela axhumane noSonhlakahle u- N.J Shabalala enombolweni ethi: 033 392 8609.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSokhela Thembokuhle, ozalwa zingu 18/02/2004. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu-Sokhela Thembisile Rose owadlula emhlabeni zingu 29/03/2007. Umama wakhe wayehlala eNew Hanover — Shiyabazali area. Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle Nksz Hlengiwe Msomi enombolweni ethi: 033 502 2187 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMyeza Kwenzile, ozalwa mhlaka 08/03/2001. Umama wakhe kubikwa ukuthi kwakungu Myeza Thandi Philipina owadlula emhlabeni zingu 12/12/2004. Umama wakhe wayehlala eNew Hanover eNgqaza Farm area. Onolwazi sicela axhumane noSonhlalakahle Nksz Hlengiwe Msomi enombolweni ethi: 033 502 2187 ngezikhathi zomsebenzi.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMohlakwane Tsepo Kanye no Mhlakawane Nosipho ababezalwa uMhlakwane Dineo ongasekho. Onolwazi axhumane noSonhlalakahle u-B.G Ngcobo kenombolweni ethi: 031 785 1610.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaValashiya Mvelo kanye no Nomvelo ababezalwa nguValashiya Buyiswa Annastasia ongasekho. Onolwazi sicela axhumane no u-B.G Ngcobo ku: 031 785 1610.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.