Izaziso

2018-07-11 06:00

• SICELA ukufuniswa ubaba ka-Angel Noluthando Dlamini owazalwa mhla ka-23 kuLwezi (November), 2017.

Ubaba wakhe kusolwa ukuthi nguSkhumbuzo Ndlovu kanti akaziwa ukuthi washonaphi.
Igama likamama wakhe uRebecca Dlamini. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMpho Thamae e-SAVF Social Services ku-Prince Alfred Street enombolweni ethi: 033 342 1229.

• UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ehhovisini elise-New Hanover ucela ukufuniswa ubaba kaThembeka Dlamini owazalwa mhla ka-3 kuNcwaba (August), 2003.
Umama wakhe kwakunguHlengiwe Dlamini owayengowaseThokozani ngokuzalwa, owadlula emhlabeni zingu mhlaka-9 kuNhlolanja (February), 2007.
Ubaba womntwana kwakunguBheki Sthole okusolakala ukuthi kwakungowase-Greytown eNanda kodwa ngokusebenza wayesebenza eThekwini eBurnwood nokuyilapho ahlangana khona nomama womntwana.
Kucelwa onolwazi lokuthi ukuphi ubaba wale ngane axhumane nosonhlalakahle uNkk Nomusa Zondi emombolweni ethi: 033 502 2160 noma ethi: 033 502 2162 ngezikhathi zomsebenzi.

• Ngicela ukufuniswa abazali okanye izihlobo zikaThobile noThobeka Ndlovu ababehlala eBhobhono (Sweetwaters).
Igama likababa uSnothi Zuma ongasekho emhlabeni, naye wayehlala eBhobhono.
Uma kukhona onolwazi axhumane nosonhlalakahle uBongiwe Zondi kule nombolo ethi: 033 342 0141.

• Sicela ukufuniswa abazali okanye izihlobo zika-Anele Khumalo oneminyaka eyisishiyagalombili, ozalwa nguSlindile Khumalo.
Bagcinwa behlala eBhobhono (Sweetwaters).
Igama likababa wakhe kalaziwa.
Uma kukhona onolwazi axhumane nosonhlalakahle uBongiwe Zondi kule nombolo ethi: 033 342 0141.

• Sicela ukufuniswa abazali okanye izihlobo zikaPhilani Zuma okusolakala ukuthi ngowase-Elandskop.
Abazali bakhe kabaziwa, washiywa ezelwe eMidlands Hospital ngo-2010.
Uma kukhona onolwazi axhumane nosonhlalakahle Bongiwe Zondi kule nombolo: 033 342 0141.

• Sicela ukufuniswa abazali okanye izihlobo zikaNzuzo Nkosinathi Malevu ababehlala KwaNxamalala ngasesilaheni sakwaNene.
Igama likamama wakhe nguNosihle Balungile Malevu.
Uma kukhona onolwazi axhumane nosonhlalakahle uBongiwe Zondi kule nombolo ethi: 033 342 0141.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

How your dog can tell what you’re feeling

Researchers have found a specific area in a dog’s brain that recognises human faces – a finding that may help to explain why dogs are so sensitive to human social cues.

 

Paws

Share your 67 minutes with animals in need this Mandela Day
Kevin Anderson’s dog is winning at Instagram!
Kim Kardashian-West buys fake testicles to boost her dog’s self-esteem
10 tips on exercising your dog
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.