Izaziso

2018-07-18 06:01

•Inhlangano i-SAVF icela ukufuniswa ubaba kaLindelwa Zaca owazalwa ngomhlaka 11/01/ 2002 ohlala eMbali.

Igamalikamama wakhe uKhethiwe Phinkie Zaca osadlula emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks M Buthelezi enombolweni ethi: 033 342 1229.

•Inhlangano i-SAVF icela ukufuniswa ubaba kaSinokuhle Dlamini owazalwa ngomhlaka 31/05/2017. Igama likamama uDudu Dlamini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks M Buthelezi enombolweni ethi: 033 342 1229.

•Inhlangano i-SAVF icela ikufuniswa ubaba kaBandile Dlamini ozalwa ngomhlaka 16/11/2015. Igama likamama wakhe uNompumelelo Dlamini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks M Buthelezi enombolweni ethi: 033 342 1229.

•Sicela ukufuniswa umama kaNosipho Dlamini igama lakhe kunguMakutloano Dlamini owagcina ukubonakala eminyakeni emibili edlule. Kuthiwa uhlala ka number 24532 eduze kwaseZuma Store kanti usebenza epulazini eliseGreytown. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMajola enombolweni ethi: 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Amathada Dlamini. Umama wakhe uZanele Dlamini (ongaziwa) kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNkk Z.H Mazibuko enombolweni ethi: 033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMbali Mchunu ozalwa uLindiwe Eunice Sibiya waseTrustfeed ongasekho emhlabeni. Igama likababa wakhe uDavid Sabelani Mchunu waseMsinga.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mbambo enombolweni ethi: 033 502 2188.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNontando Shezi ozalwa uSizakele Shezi waseTrustfeed ongasekho emhlabeni.Ubaba wakhe kuthiwa uMr David ongaziwa.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mbambo enombolweni ethi: 033 502 2188.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKhethukuthula Ngcobo ozalwa uHlengiwe Joyce Ngcobo waseTrustfeed ongasekho.

Ubaba wake kuthiwa uMoses Cele wasePort Shepstone okusolakala ukuthi akasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mbambo enombolweni ethi: 033 502 2188.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThandolwethu Sibiya wozalwa u-Eunice Lindiwe Sibiya waseTrustfeed ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mbambo enombolweni ethi: 033 502 2188.

•Inhlangano ka SAVF icela ukufuniswa abazali baka Lubanzi Makhathini ozalwa ngomhlaka 15/03/2018.

Igama lika mama wakhe u Gugulethu Makhathini.

Onolwazi sicela athinte uSonhlalakahle M Buthelezi enombolweni ethi: 033 342 1229.

•Sicela ukufuniswa uEunice Ntshangase noma Ntuli owumama kaSipho noSimphiwe Ntshangase abangamawele.

Kusolakala ukuthi wayehlala KwaNxamalala (Sweetwaters) ubaba wezingane uShiyo Robert Mngadi KwaMpumuza ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uBongiwe Zondi enombolweni ethi: 033 342 0141.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.