IZAZISO

2018-08-29 06:02

•Sicela ukufuniswa umama Ka Mpilonhle Dlamini ingane ka Phamela Khumalo obuye abizwe ngo Andiswa Mncwabe owayengowase Thekwini e Marianhill. Wazaliswa ngu Ntuthuko Dlamini waka Mpumuza eMvubukazi.Omaziyo sicela afonele i Social Worker u Phoswa G.E.kulezinombolo 033-5050083/84/85 and 0789787860 Kwa Social Development.

•Sicela ukufuniswa abazali bengane igama layo u Mhlungu Mfundo sifikisiwe ona 7 years old.

Umama wakhe Mhlungu Zandile obehlala e Bulwer ubaba wakhe uSkhumbuzo Magoso owahamba eyosebenza e Thekwini.

Ingane ihlala kaMpumuza nogogo wayo ozala uyise ngu Thembelihle Msane no anti wengane u Nozipho Msane KwaMpumuza. Obaziyo sicela ashayele ama Social Worker kulenombolo 033-5050083/84/86 and 0789787860 uPhoswa G.E. ka Social Development.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSbulelo Ngubo. USbulelo uhlala Kwa-Mpumuza. Uzalwa uNomkhosi Ngubo osewashona. Ubaba kaSbulelo owakaKhumalo.

Kusolakala ukuthi uhlala e14 Embali. Omaziyo sicela afonele amaSocial Woker akwa Social Develoment eYouth Centre

•Sicela ukufuniswa uba aka-Asanda Xaba owazalwa ngomghlaka o1 March 2002. Umama wakhe uNelisiwe XabawaseMaqongqo eWhite City Area. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMs N. Mhlanzi enomboklweni ethi : 033 569 8026.

•Sicela ukufuniswa umama kaDelisile Ngqulunga owazalwa ngomhlaka 24 April 2004. Ubaba wake uDavid Thandanani Ngqulunga ongasekho eStingini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMs N. Mhlanzi enomboklweni ethi : 033 569 8026.

•Sicela ukufuniswa umama kaThembelihle Gwala owazalwa mhlaka 31 May 2001. Ubaba wake uDavid Thandanani Ngqulunga ongasekho eStingini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMs N. Mhlanzi enomboklweni ethi : 033 569 8026.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMinenhle, Thandeka noNonkanyiso Mkhize. Umama wabo uZinhle Mkhize owayehlala eMafakatini ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u uMnumzane A.S Mncube enombolweni ethi : 033 50500 86/7/3.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Aphelel Zikalala onguThembi Khanyile wase-Elandskop eZondi Store kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNonhle Wandi Madlala ongaziwa.

Umama wakhe Uprincess Phumelel Madlala wase-Elandskop eZondi Store. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Oluhle noMalwande Dube ongaziwa.

Ubaba wabo uNkosinathi Sthembiso Dube ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u uMnumzane A.S Mncube enombolweni ethi : 033 50500 86/7/3.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Olwethi Mchunu ongaziwa ukuthi wayakuphi nokwangaseMaswazini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u uMnumzane A.S Mncube enombolweni ethi : 033 50500 86/7/3.

•Sicela ukufuniswa umama kaZekhethelo Thabethe ongu-Ayanda Princess Thabethe wase-Elandskop ongwaziwa ukuthi wayaphi kanti ubaba wengani akaziwa.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufaniswa umama nobaba kaLerato noNthabaleng kanye noSello Malefu ababehlala eDambuza. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMnchunu enombolweni ethi : 033 392 86 00.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMfanafuthu Mbuthu ogama lakhe kungu Mandla Mkhwanazi waseMpendle okusolakala ukuthi akasekho emhlabeni.

Igama likamama uNokuthula Princes Mbuthu wase-Trustfeed ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mbambo enombolweni eti : 033 502 2188.

•Sicela ukufuniswa ub aka-Ayabonga Mnelisi Shongwe onguSimon Bhuti Shongwe ongaziwa ukuthi ukuphi. Umama wakhe uFrancasca Samukelisiwe Ntuli ongasekho waseMshwathi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakhale uNtombi Juda enombolweni ethi : 033 502 2178/162.

•Sicela ukufuniswa abazali baMandisa Sikhakhane. Umama wakhe uZanele Sikhakhane waseMfakatini.

Onolwazi sicela athinatane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083/4.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Ayanda Yotwana. Umama wakhe uNandipha Yotwana ubaba wakhe uXolani Zuma wasemafakatini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083/4.

•Sicela ukufuniswa kaNqobile Bhengu wakwaSwayimani KwaNgqungquma.

Igama likamama wakhe uMakhosazane Joyce Mkhzie osanda kuphuma ejele lase-New Hanover.

Onowlazi sicela athintane nosonhlalakahle uKhwezi Njokwe enombolweni ethi : 033 502 2214.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaYoliswa Molefe wase-Elandskop. Umama wakhe uThembi Molefe ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Mrs P Zungu enombolweni ethi : 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andiswa Dlamini ongaziwanokuthiwa wagcina ukubonakala eMaswazin.

Onowlazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ujkufuniswa ubaba kaThobekan tshabane ozalwa uSbongile Tsabane waseMbali Unit 15 ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Mrs M. Mtshele enombolweni ethi ; 033 505 50083.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Investment Associate

Cape Town
Mass Staffing Projects
R620 000.00 - R780 000.00 Per Year

Senior Investment Analyst

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R775 000.00 Per Year

C# Developer

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.