Izaziso

2018-09-19 06:01

•I Child Welfare icela ukufuniswa abazali bakaChris Shozi, Sunnay Shozi, Glen Shozi benoAngelika Shozi. Umama wabo u Qondeni Samantha Shozi kanti ubaba wabo akaziwa. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala kule nombolo ethi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi e-224 Berg Street.

•Sicela ukufuniswa abazali baXolani, Mxolisi benoRemaketse Mokoena. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uFarida Cajee enombolweni ethi : 033-3428971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaBongumusa Majola. Umama wakhe uNcamisile Khumalo waseMafakatini ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakhale u-A.S Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaPhakathi Sabelo benoPhakathi Sifundo baseMaswazini. Ubaba wabo akaziwa ukuthi wayaphi. Umama wabo u-Annatoria Phakathi ongasekho emhlabeni . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uSbongiseni Memela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMchunu Silethukuphila benoMchunu Amanda ongaziwa. Umama wabo usashona kanti ubaba wabo wagcina ukubonakala endaweni yaseDambuza.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakhale uSibongiseni Memela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaDelisiwe Nelisiwe Shoba owayehlala eNhlazatshe ewayedume ngelikaGimba Nzimande. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakhale u-N. Mchunu enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSyabonga Mpulo ohlala KwaNxamalala. Igama likamama uKhanyisile Mpulo ongasekho emhlabeni. Igama likababa uSakhile Ndlovu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T. Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMlondi Shabalala owazalwa mhlaka 21 Octover 2001. Igama likamama wakhe uBangiwe Shabalala ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uSbongiseni Ngubane enombolweni ethi : 033 502 0074.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMinenhle, Thandeka noNkanyiso Mkhize. Umama wabo uZinhle Mkhize owayengowaseMafakatini ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083/4.

•Sicela ukufuniswa uLindokuhle Ngobo waseMafakatini nongubaba ka-Amanda Ngcobo. Umama wakhe uFundi Mvelane waseMafakatini ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083/4.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.