IZAZISO

2018-10-17 06:02

•Sicela ukufuniswa umama kaAsanda Nene no Snegugu Nene ongaziwa washonaphi. Ubaba wezingane uZamikhaya Bayisi, bahlala kaShoti. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle kaMbilakhahlela uT. Meyiwa ku 033 392 8600/7.

•Sicela ukufuniswa uBaba ka Siyamuthanda Amed Nzuza ohlala noGogo wakhe eFrance. UBaba wakhe wayekade emuthole noThembelihle Priscilla Nzuza ongasekho emhlabeni.

Uma kukhona onolwazi sicela afonele uSocial Work uMs Nqubane kule number yocingo ethi 0333928600.

•Sicela ukufundiswa abazali ba-Esethu Mbanjwa owazalwa ngo- 2017 /03/04. Umama wakhe uNonhlonipho/Snenhlanhla Mbanjwa kanti ubaa akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGugu Hlengwa ae-SAVF Social Services iku-Prince Alfred Street, enombolweni ethi 033 342-1229.

•CMD PMB ucela ukufuniswa umndeni okanye izihlobo zika Banele Magasela owazalwa ngomhlaka 30 March 2005. Uzalwa uMuhle Adelaide Magasela ongasekho emhlabeni.

Ubaba wakhe okanye umndeni kababa awaziwa. Umntwana wazalelwa endaweni yase Sweetwaters. Uma kukhona onolwazi angathintana noBongiwe Zondi, uSonhlalakahle kulenombolo: 033-342 0141.

•I-Child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Aphiwe Mandisi Ntshapa , ozalwa u Ntokozo Zonke Ntshapa ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku 224 Berg Street.

•I-Child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Precious knye no Surprize Ngwenya, abazalwa u Milliscent Mbali Ngwenya ongasekho emhlabeni.

Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala. kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku 224 Berg Street.

•I-Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Ndlovu Thobile, umama wakhe u Abegail Zandile Ndlovu kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala. kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku 224 Berg Street.

•I-Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Glen Shozi, Chris Shozi, Sunnay Shozi kanye no Angelika Shozi. Umama wabo pkungu Qondeni Samantha Shozi kanti ubaba wabo ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku 224 Berg Street.

•Sicela ukufuniswa ubaba Lwazi Gasa beno Aphelele Gasa.

Ohlala ethekwini.

Igama Likamama wabantwana ngu Nosipho Gasa ongasekho obehlala embali bb. Onolwazi Sicela axhumane no social worker u-Mr NJ Shabalala kule number 0333928609

•Sicela ukufuniswa ubaba Lusanda Ntuli owayehlala embali eminyakeni elishumi endlule.

Isibongo sakhe owakwangwenya. Igama Likamama womntwana ngu Nontobeko Ntuli ongasekho. Onolwazi axhumane No social worker u NJ shabalala kule number 0333928609.

•“Secela ukufuniswa uBaba ka Minenhle Gwala igama lakhe uBhekani Phoswa owayehlala endawenyi yakwaPata. UMinenhle uzalwa uPhumzile Gwala ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane no Social Worker uMiss Buthelezi enombolweni ethi: 033 5050087”

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSiphosethu Thusi ongaziswa. Umaa wakhe uPhumelele Primrose Thuliongasekho emhlabeni wase-Applesbotch oZwathini.

Onolwazi sicel athintane nosonhlalakahle uMabongi Mhlongi enombolweni ethi : 033 502 2160.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Anele Mntungwa ozalwa uNtombifuthi Lynette Mntungwa ongasekho emhlabeni owayehlala kaDindi Elandskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMiss X.P Mahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufunsiwa ubaba kaThandela Mazibuko ongaziwa.

Umama wakhe uMuntu Ntombikayise Mazibuko ongasekho emhlabeni owayehlala eThekwini KwaMashu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNoowazi Khumalo enombolweni ethi : 033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa uBawi nile Chiliza ongumama kaMfihlwenhle Shange waseMafakatini.

Ubaba waklhe uThokozani Shange waseMafakatini. Onowlazi sicela athintane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.