Izaziso

2018-10-31 06:03

•Sicela ukufuniswa abazali baSnothile Myeza, Nolwazi Myeza, Asanda Gumede okumanje abahlala nomalume wabo uSibonelo Lindelihle Ndwandwe KwaNondwengu Bhamshela.

Umama wabantwana owaziwa ngoZandile Angela Ndwandwe, owagcina ehlala eMbubu e-Pietermaritzburg. Obaba babo abaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSyabonga ,pulo ozalwa uKhanyisile Mpulo owayehlala KwaNxamalala ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Mrs T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKwaneleNzimande. Umama wakhe uNompumelelo Nzimande. Onolwazi sicela athintanen nosonhlalakahle uNtshele enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaKarabelo Zondi ongu-Alfred Motoungg owagcina ehlala kaMachibisa . Onolwazi sicela athintane nosonhlakahle uNgubane enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaLuphelele Lebalo onguSanele Hlabisa. Igama likamama uHlengiwe Lebalo ongasekho.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Mrs T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaBhengu Mnelisi owazalwa mhlaka 14 July 2001. Umama wakhe uNtobifuthi Bhengu ongasekho waKwaSwayimane Okhalweni. Ubaba wakhe wayaziwa ngoMbongeni Madlala waKwaNyusa ePinetown. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMs T.C Mncube enombolweni ethi : 033 502 2179.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Avela Mephi igama lakhe kungu Lumka Mephi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N. Mchunu enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa umama kaSnothando Chonco igama lahe kungu Zinhle Chonco owayehlala eMahlathi eSnathing.

Onolwazi sicela nosonhlalakahle u-N. Mchunu enombolweni ethi : 033 392 8600.

•IChild Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Jonkolo Angel.

Umama wakhe kwakungu Puleng Jonkolo, ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 3428971.

•IChild Welfare icela ukufuniswa abazali baka Sibusiso Qiniso Ngcobo.

Umama wakhe ongaziwa kanti ubaba wakhe u Sbonelo Goqo. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala enombolweni ethi : 033 3428971.

•‘The SAVF seeks to find the biological father of Lerato Mokoena, born 08/03/2018. Anyone with information please contact Ms C. Bleeker at 033 342 1229.’

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Prince David Junior Snakhokonke Memela. Owayengowokudabuka ezweni laser Nigeria.

Igama Likamama womntwana ngu Nombuso Sthembile Memela ongasekho. Onolwazi Sicela axhumane no social worker u Mr NJ Shabalala kule number 0333928609.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMalwande Mfusi, Amkelwa Mfusi, Emihle Mfusi, Oluhle Amahle Mfusi kanye noSisanda Mfusi.. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMrs Farida Cajee enombolweni ethi : 033-3428971 okanye azifikele emahhovisi aku-224 Hoosen Haffejee Street.

•Sicela ukufuniswa ubaba nomama kaAyabonga Gabuza umama owayekwaziwa ngilika Siziwe Gabuza.

Onolwazi sicela athinte uSonhlalakahle T.A Zondi ku033 392 8600

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Aphelele Ngubane ohlala e Imbali unit 18, sicela onolwazi axhumane no Sonhlalakahle uMn. K Msomi kulenombolo - 033 3928600

•Sicela ukufuniswa u Thulisile Khanyisile Mkhize ogcine ngathi uhlala e Swapo, loku kumayelana nabantwana bakhe u Nombulelo no Siyabonga Mkhize.

Ngicela omaziyo noma yena athintane nosonhlalakahle u Zanele Makhaye ku 033 342 0141.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.