Izaziso

2018-11-07 06:02

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Ayanda kanye noWandile. Umama wabo okunguSthembile Mhlongo.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mkhize enombolweni ethi-0795018038.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Nkosingiphile Gabela ohlala Embali Unit 13.

Igama likamama womntwana nguMakhosi Gabela ongasekho emhlabeni.

Onolwazi Sicela axhumane nosonhlalakahle uMnuz NJ Shabalala enombolweni ethi-0333928609.

•Sicela ukufuniswa uZama Khanyile waseSwayimane ongaziwa ukuthi wayaphi

ongumama kaMfundo Shabalala.

Ubaba wengane uThobani

Shabalala waseTamboville.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.K Dlamini enombolweni ethi-033 392 8612.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSabulelwa Mchunu owazalwa mhlaka 30 August 2005.

Igama likamama u-Abigail Mchunu owayehlala
eMaqongqo ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.V Khoza enombolweni ethi-033 569 8027.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.