Izaziso

2018-12-19 06:01

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSbongakonke Bande amuthola kuKhethiwe Bande ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMiss Mazibuko enombolweni ethi-083 3652539.

•Sicela ukufuniswa abazali bezingane zakwa Mncube uQiniso benoNtokozo igama lamawabo uNondumiso Mncube ohlala kaJika Joe. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uMnuz K Msomi enombolweni - 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa uPatrick Memela ongubaba kaSgcino Memela, owayehlala eMbali unit 14. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Kheswa kule nombolo 033 392 8648

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSanelisiwe Ngcobo benoMagwaza Sanele abathola kuNomusa Ngcobo ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Ms Mbamba enombolweeni ethi : 033 5022183.

•Child Welfare is trying to locate Shaleen Hammond and Alfred who are the biological parents of Quincy Alfred Hammond born 2002/02/16. Anyone with the information kindly contact Nobuhle Madlala Social Worker.

•Child Welfare is trying to locate Mellisa Michael nad Charles Phindani who are the biological parents of Belicia Michael. Anyone who has information kindly contact Nobuhle Madlala, Social Worker in this telephone number 033 342 8971 or report direct to our offices at 224 Berg Street.

•Sicela ukufuniswa uNks Mpilo Jali owashiya ingane yakhe zengane eyashiywa noMnu Mduduzi Hadebe. UMpilo kuthiwa wayehlala kwaSwayimane kanti wayeshade noSbonelo Hadebe ongasekho emhlabnei. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Ms N Ngubane enombolweni ethi : 033-5050083.

•Sicela ukufuniswa umama kaNkomo Ade Vuyelwa ogama lakhe uNonhlanhla Ntombela nokukholakala ukuthi uhlala eMkhondeni Pietermaritzburg. Onolwazi angaxhumana no-social worker Miss J.S Ndebele ku 033 392 8604.

•Sicela ukufuniswa umama kaSanelisiwe Mtshali igama lakhe uDelisiwe Primroe Mtshali waseSigodini ongaziwa ukuthi wayakuphi. Ubaba wakhe uMhlangi Brian Mkhwanazi waseSigodini, onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-D.Z.A Mkhize enombolweni ethi : 033 392 8600.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.