Izaziso

2019-01-30 06:00

>> I-Child and Family welfare Society icela ukufuniswa abazali baka-Elihle Dlomo, ozalwa uSindisiwe Dlomo. Ubaba wakhe okuwuBonginkosi Hlongwane Abanolwazi kuyacelwa ukuthi bafonele usonhlalakahle uVuyo Ngcekwa enombolweni ethi: 033-3428971

>> Sicela ukufuniswa ubaba ka-Alwande Buthelezi amuthola kuDumazile Buthelezi ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Ms Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652539.

>> Sicela ukufuniswa abazali ba-Amahle Celiwe Zikhali. Umama wakhe uMabongi Ndlovu kanti ubaba wakhe uMfanufikile Robert Zikhali. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNduduzo Sithole enombolweni ethi : 033 342 8971.

>> Sicela ukufuniswa umama ka-Oluhle Jazi (5) igama lakhe kungu Mpilo Jaji (27). Umama wakhe kuthiwa wagcina ukubonakala KwaSwayimane kanti wayethandana noSbonelo Hadebe. Oluhle ubeloku ebhekwe izihlobo zakhe kanti kudingeka isitifiketi ngaphambi kokuba akwazi ukuqala isikole.Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMs N Ngubane enombolweni ethi : 033-5050083

>> UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi,ihhovisi lase-Pietermaritzburg licelwa ukufuniswa ubaba ka-Goge Noxolo owazalwa ngo-2004-06-02 okukholakala ukuthi akasekho naye emhlabeni.Wayemthole ku-Goge Thobile Cynthia naye ongasekho.Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle Zondi Ntokozo kulenombolo 033 392 8609.

>> The Department of Social Development-Pietermaritzburg Service Office humbly request anyone who has information about the whereabouts of Mr.King Kerwin Branden,the biological father of Arrcharie Kaylin Monique whose biological mother Arrcharie Natasha passed away.

Any person who can furnish the Department with relevant information and assistance can kindly contact the Designated Social Worker at Ms.Zondi Ntokozo at 033 392 8609.

>> The Department of Social Development-Pietermaritzburg Service Office humbly request anyone who has information about the whereabouts of Mr.Nagel Andrew John Ali,the biological father of Arrcharie Treydon John Morgan whose biological mother Arrcharie natasha passed away.Any person who can furnish the Department with relevant information and assistance can kindly contact the Designated Social Worker Ms.Zondi Ntokozo at 033 392 8609.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.