IZAZISO

2019-02-13 06:01

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNdumiso Sbusiso Ndlovu kanye nobaba kaBonga Ndlovu abangaziwa. Umama wabo uTholakele Winnie Ndlovu ongasekho owayehlala Esigodini. onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-DZA Mkhize enombolweni ethi ; 033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNomvuyo Mkhize ongaziwa amthola kuThenjiwe Mkhzie ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtsele enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Esethisipho ababeshlala KwaQanda abagcina ukubonakala ngo-2017.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa umama kaLulelko Ndawonde igama lakhe uBusissiwe Nxele wase-Elandskop. Onowlazi sicela athintane nosonhlalakahle uLinda enombolweni ethi : 033 505 0087/4/3.

••Umnyango wezenhlalakahle ucelwa ukufuniswa ubaba kaNontobeko Phoswa uThulani Xulu waseBulwerowayethandana no Emmelia Phoswa wakwa Vulisaka ePietermaritzburg. Onolwazi uyacelwa ukuba athinte usonhlalakahle uG.N.N. Buthelezi eVulindlela Service Office kule namba 033 5050086.

••UMnyango wezeNhlalakahle ucela ukufuniswa ubaba kaLwazi Ngubane u Jabulani Cyril Sithole waseMooi River.

Umama kaLwazi uNompumelelo Ngubane wakwaNoshezi osewashona. Onolwazi uyacelwa ukuba athinte usonhlalakahle uG.N.N. Buthelezi eVulindlela Service Office kulenamba 033 5050086.

••UMnyango wezeNhlalakahle ucelwa ukufuniswa ubaba kaNontobeko Phoswa uThulani Xulu wase Bulwer owayethandana no Emmelia Phoswa wakwa Vulisaka ePietermaritzburg. Onolwazi uyacelwa ukuba athinte u Social worker G.N.N. Buthelezi eVulindlela Service Office kule namba 033 5050086.

••Umnyango wezenhlalakahle ucelwa ukufuniswa ubaba kaLwazi Ngubane u abulani Cyril Sithole was Mooi River.

Umama kaLwazi uNompumelelo Ngubane wakwaNoshezi osewashona. Onolwazi uyacelwa ukuba athinte u Social worker G.N.N. Buthelezi eVulindlela Service Office kulenamba 033 5050086.

••Umnyawongo wezenhlalakahle ucelwa ukufuniswa abazali baka Lwazi no Olwethu Dladla (abangamawele), umama wabo waziwa ngo Nomathemba Shabalala ubaba wabo waziwa ngo Mpilwenhle Dladla bagcina behlala emaQongqo.

Onolwazi akashayele social worker Ngubane ku 0335050083.

•I Child and Family Welfare Society icela ukufuniswa ubaba ka Sthandiwe Mtshali ozalwa ngu Thandi Mtshali wase Northdale ongasekho, onolwazi uyacelwa Ukuthi athinte USonhlakahle uZama Mdunge kulenombolo yocingo : 033-3428971.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Olwethu Diholo igama likababa wakhe uAyanda Vavi umama wakhe uLungile Diholo ongasekho emhlabeni onolwazi uyacelwa ukuthi athinte noSonhlalakahle Zanele Mtetwa kulenombolo yocingo: 033-4328971

•I Child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Fikile Ntombikhona Mkhize, ozalwa uDumazile Goodness Mkhize ongasekho emhlabeni.

Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala

•I Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Sphila Latoya Mthembu, umama wakhe okungu Thulisile Promise Mthembu, ongaziwa ukuthi ukuphi. Ubaba wakhe ongaziwa.

Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele ema hhovisi e 224 Berg Street

•Sicela ukufuniswa umama ka Madiba Lehlonono ongu Puleng Mokoena angaziwa washonaphi. Ubaba uTsepang Madiba. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Meyiwa kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.