Izaziso

2019-02-20 06:00

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Anele Mlungwa igama lakhe kungu Tso Dlamini owayehlala e-France. Igama likamama wakhe uLindile Mtungwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N. Mchunu enombolweni ethi : 033 392 809.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Amahle Melokuhle Ludidi owayehlala Esigodini. Igama lakhe uNompumelelo Ludidi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakhel u-D.Z Mkhize enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaShimwemwe Esihle onguRasheed Nyenge owagcina ukubonakala eTamboville. Igama likamama uNonkululeko Dlaldla waseDepo eTaylors ongasekho emhlabeni . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMemela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Owethu Memela. Igama likamama uWendy wase-G.G. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-A.S Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa umama kaNonhlanhla Xozele owagcina ukubonakala eMaswazini Elandskop. Ubaba wakhe yena akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-S Memela enombolweni ethi : -33 595 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Anele Mweli uKasimu Dzuwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N. Mchunu enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andiswa Madondo owayehlala eFrance. Igama likababa uMhlaba Ndlovu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakhle uKhulekani Msomi enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaLeballo Sinothando kanye noLeballo Minenhle. Igama lakhe uNtokozo Ndlovu kanti igama likamama wakhe uHlengiwe Leballo ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa uDzanibe Thobeka ongumama ka-Elihle noZekhethelo Dzanibe. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uThembela Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Amanda Anele Buthelezi ongaziwa. Umama wakhe uThokozile Lorna Buthelezi ongasekho emhlabeni owayehlala KwaSwayimane. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-M.I Madonsela enombolweni ethi : 033 502 0074.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSnothando Xaba ongaziwa. Umama wakhe uThalente Pretty Xaba ongasekho emhlabeni owayehlala eSnathing. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-n Mchunu enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSibahle Majozi ongaziwa.Umama wakhe uKhanyisile Margaret Majozi ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-D Mbhele enombolweni ethi : 033 505 0084.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Aphile Okuhle Gift Mbanjwa igama lakhe uBheki Ntuli ohlala eRichmond. Igama likamama wakhe uSindisiwe Felicity Mbanjwa ongasekho emhlabeni owayehlala kaNxamalala. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwane enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa uNonhlanhla Thebethe ongumama kaLindokuhle Shelembe ohlala endaweni yaseNadi owagcina ukubonakala eSweetwaters. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa uTholakele Dlamini wakaNxamalaa ongaziwa ukuthi washonaphi . Washiya ingane uPhiladande Zuma ohlala eBhobhonono. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.