Izaziso

2019-02-27 06:00

>> Sicela ukufuniswa ubaba ka Nomfundo Dumakude ongu Thulani Shabalala. Umama wengane uLandelisile Dumakude akasekho emhlabeni. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Meyiwa kaMbilakhahlela (PMB Service Office) ku 033 392 8600/7

>> Sicela ukufuniswa ubazali ba Xolani Goba(D.O.B 12/06/16) umama uAgnes Goba ubaba akaziwa ungubani. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Meyiwa Mbilakhahlela (PMB Service Office) ku 033 392 8600/7.

>> On behalf of the SAVF Social Services I would like to request to place a newspaper advertisement to locate the Biological mother of Kwanele Ntenza born 19 /11/2011. The child’s mother is Nonhlanhla Ntenza. Any person with information to please contact the Social Worker Ms V Zondi at SAVF Social Services in Prince Alfred Street, Pietermaritzburg on 033 342-1229.

>> Sicela ukufuniswa umama nobaba ka-Manelisi Khanyile. Umama wakhe ngu-Silindile Khanyile owayehlala eHouse no: 1051 Imbali Unit J. Onolwazi sicela ashayele uSonhlalakahle N.E.Ngubane kulenombolo :033 392 8600.

>> Sicela ukufuniswa umama nobaba ka-Noluthando Esami Majola. Umama wakhe ngu-Manozi Majola ohlala kwa Machibisa. Onolwazi sicela ashayele uSonhlalakahle N.E.Ngubane kulenombolo : 033 392 8600.

>> Sicela ukufuniswa Brenda Goba owagcinwa ehlala Northdale (Pietermariztburg), ozala umntwana u-Noluthando Myende ohlala e-Mvundlwini (Pietermariztburg) onolwazi sicela axhumane no social worker Ngubane Vulindlela service office (PMB) kulenombolo yocingo 0335050083”

>> Sicela ukufuniswa ubaba kaSnenhlanhla Zuma Ohlala empumelelo umama wakhe kwaku Nokubonga Zuma ongasekho emhlabeni onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u Ngcobo kulenombolo 033-3928648.

>> UMnyango wezoThuthukiswa koMphakathi icela ukufuniswa ubaba Ka Nxele Kwanele Maphumulo owayezalwa u Nxele Nonhlanhla Rosemary Gladness ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uN Dlamini kunombolo 0333928642

>> Sicela ukufuniswa umama Ka Senzwesihle Zondi ohlala embali unit 14 ubaba wakhe kwaku Phelelani Zondi onolwazi sicela axhumane no sonhlalakahle ungcobo kulenombolo 033_3928648.

>> I Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Mthobisi Sthembiso Madlala, umama wakhe okungu Bongekile Madlala. Ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala uSozonhlakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e 224 Berg Street.

>> I Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Oluhluthando Madlala, umama wakhe okungu Celuxolo Madlala. Ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala uSozonhlakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e 224 Berg Street.

>> I Child Welfare icela ukufuniswa abazali Alwande Musa wenkosi Ngubane ozalwa mhlaka 24/06/2007. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala uSozonhlakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e 224 Berg Street.

>> I Child Welfare icela ukufuniswa abazali abazali baka Shayleigh Hope Owami Jacobs kanye no Melokuhle Mhlanga, umama wabo okungu Thobeke Eucolyle Jacobs. Ubaba wabo ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala uSozonhlakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e 224 Berg Street.

>> I Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Philasande Mkhize, umama wakhe okungu Nonhlanhla Mkhize kanti ubaba wakhe okungu Jabulani Erick Dlamini. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala uSozonhlakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e 224 Berg Street.

>> I Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Sithabile Nokwanda Goba, umama wakhe okungu Nozipho Mncwabe, ubaba wakhe okungu Mdududuzi Goba. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala uSozonhlakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e 224 Berg Street.

>> I Child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Njabulo Anton Dladla umama wakhe okungu Edith Ntombfikile Dladla ongasekho emhlabeni, ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala uSozonhlakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e 224 Berg Street.

>> Kufunwa ubaba ka Dumakude Nomfundo oeaziwa ngo Thulani Shabalala ongaziwa washonaphi. Umama uDumakude Landelisile alasekho emhlabeni. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Meyiwa ku 033 392 8600/7.

>> I Department of Social Development icela kufuniswa ubaba kaNxele Kwanele ohlala eBB4 owayezalwa uNxele Nonhlanhla ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athinte uSonhlalakahle N Dlamini kuleNombolo 0333928642

>> Sicela ukufuniswa umama ka Ntombikayise Tumisi, ongu Mamang Letiba ongaziwa ukuthi washonaphi. Ubaba wakhe uRamoda Michael Tumisi. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Meyiwa kaMbilakhahlela ku 033 3928600/7

>> Sicela ukufuniswa ubaba ka-Amanda Angel Zondi , ozalwa ngu Felicity Zondi owayehlala eMbali Unit J, ongasekho emhlabeni . Onolwazi sicela ashayele uSonhlalakahle N.E.Ngubane kulenombolo :033 392 8600.

>> Umnyango wesokuthuthukisa komphakathi eNew Hanover Service Office licela ukufuniswa ubaba kaKhumalo Lwazi owazalwa ngo2002/09/19 okuthiwa kwakunguMr Hlombe, amthola kuKhumalo Cebisile Happiness wasoZwathini eDoboti isgodi ongasekho emhlabeni. Umawe gane wayesebenza eVerulam. Onolwazi kucelwa axhumane nosonhlakahle uMiss Mchunu kulezinombolo 0335022160 ngezikhathi zomsebenzi.

>> Sicela ukufuniswa ubaba kaBanele Mthembu amuthola kuBonakale Mthembu ongasekho emhlabeni.Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMs Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652539.

>> Sicela ukufuniswa ubaba kaLethukuthula Zondi amuthola kuSinethemba Zondi ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMbambo enombolweni ethi : 03305022183.

>> Sicela ukufuniswa ubaba Ka Anakho Zondi Ohlala embali unit 14 wayezalwa ngu Xolisile ongasekho onolwazi ngoba a wengane angaxhumana nosonhlalakahle Ngcobo kulenombolo 033-3928648.

>> Sicela ukufuniswa umama Ka Senzwesihle Zondi Ohlala embali unit 14 Iugama likamama wakhe kwakungu Zandile Mtolo wagcina ukubonwa ngo 2010 onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle Ngcobo kulenombolo 033-3928648.

>> Sicela ukufuniswa ubaba Ka Snenhlanhla Zuma Ohlala empumelelo umawakhe usasishiya emhlabeni babehlala kwa Qukashi onolwazi sicela afonele usonhlalakahle Ngcobo kulenombolo 033-3928648.

>> Sicela ukufuniswa ubaba Ka Snenhlanhla Zuma Ohlala empumelelo umama wakhe kwaku Nokubonga Zuma ongasekho emhlabeni onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u Ngcobo kulenombolo 033-3928648.

>> iNhlangano ka SAVF icela ukufuniswa umama ka Abongile Nkosingiphile ozalwa ngomhlaka 10/04/2012 . Igama lika baba wakhe uMondli Khumalo. Onolwazi sicela athinte uNksz M Buthelezi uSonhlalakahle ku 033 342 1229.

>> iNhlangano ka SAVF icela ukufuniswa umama ka Asavela Khumalo ozalwa ngomhlaka 02/02/2017. Igama lika baba wakhe u Mondli Khumalo. Onolwazi sicela athinte uNksz M Buthelezi uSonhlalakahle ku 033 324 1229.

>> iNhlangano ka SAVF icela ukufuniswa uBaba ka Akhona Shabalala ozalwa ngomhlaka 04/06/2012, Samkelo Shabalala ozalwa ngomhlaka 19/10/2019, Lonathemba Shabalala. Igama lika mama wabo u Nonhlanhla Primrose Shabalala ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athinte uNksz M Buthelezi uSonhlalakahle ku 033 342 1229.

>> iNhlangano ka SAVF icela ukufuniswaabazali baka Okuhle Ngcobo ozalwa ngomhlaka 18/02/2018. Igama lika mama wakhe u Mbali Ngcobo wase Zinketheni. Onolwazi sicela athinte uNksz M Buthelezi uSonhlalakahle ku 033 342 1229.

>> Sicela ukufuniswa ubaba kaBanele Mthembu waseMpolwnei owayezalwa uBonakele Mthembuongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi : 082 255 1478/ 083 365 2539.

>> Sicela ukufuniswa ubaba kaZanenethemba Ngcobo. Umama wakhe uFortunate Ngcobo waseMafakatini ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-A Mncube enombolweni ethi : 033 303 0083.

>> Sicela ukufuniswa ubazali ba-Oluhle Shelemebe. Umama wakhe uZuzile Shelembe waseMafakatini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahe u-AS Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083.

>> Sicela ukufuniswa umama kaBongani Ramougo. Ubaba wakhe uKgathatso Ramougo wase-Albert Falls. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-AS Mncube enombolweni ethi : 033 505 0083.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.