Izaziso

2019-03-06 06:03

•Sicela ukufuniswa uSandile Ngubane ogcine ehlala kwa-Gandaganda eSweetwater nongubaba kaNomfundo Ngubane. Onolwazi ukuthi angatholakala kuphi ngicela athinte usonhlalakahle u Zanele Makhaye enobolweni ethi : 033 342 0141.

•Sicela ukufuniswa uNobuhle Mlotshwa owayehlala eMadwaleni e Sweetwater. UNobuhle ungumama kaNomfundo Ngubane. Onolwazi ukuthi angatholakala kuphi uyacelwa athinte usonhlalakahle uZanele Makhaye ku 033 342 0141.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Lungisa Khanyile wase House No : 1283 Mthombothi Road, Imbali Unit , ozalwa mhlaka 14 April 2007. Onolwazi sicela ashayele uSonhlalakahle N.Khumalo kulenombolo : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Kuhlesibonge Madondo wase Imbali Unit 2, owazalwa ngomhlaka 19 September 2016. Onolwazi sicela ashayele uSonhlalakahle N.Khumalo kulenombolo : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa umama nobaba kaMandisa Jokazi wase Imbali Unit 1, owazalwa ngomhlaka 05 October 2002. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle N.Khumalo kulenombolo : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa abazali baka Dlamini Noxolo noDlamini Karabo abafuniselwa ukuba bahlala EGoli bashiya izingane nogogo endaweni yase Mkhambathini Nkanyezini. Umama uNompumelelo Dlamini ubaba uLucky Rapapali. Onolwazi athinte usonhlalakahle M.N Nene 0317851195/3

•Sicela ukufuniswa umama ka Mbhele Bandile owaziwa ngelika Qandile Anathi owayehlala eMasukwane kwaShoti Squittercamp ongasatholakali washiya ingane ku gogo wayo endaweni yase Mkhambathini eNkanyezini. Onolwazi athinte usonhlalakahle M.N Nene 0317851195/3

•Sicela ukufuniswa abazali baka Mbhele Phumlani abalahleka bashiya izingane ku gogo wazo eMkhambathini Nkanyezini. Onolwazi athinte usonhlalakahle M.N Nene 0317851195/3

•Sicela ukufuniswa abazali bezingane uZulu Bulelwa noZulu Smangaliso abalahleka bashiya izingane kumkhulu wazo eMkhambathini Esidadeni indawo. Onolwazi athinte usonhlalakahle M.N Nene 0317851195/3

•Sicela ukufuniswa umama ka Zindela Nhlanhla (Sehlabo Lohlonono) Kanye noZindela Fezi (Sehlabo Lwanele) owaziwa ngelika Zinhle Sehlabo ohlala Eastern Cape washiya izingane ku gogo wazo eMkhambathini Nkanyezini. onolwazi athinte uSonhlalakahle M.N Nene 0317851195/3

•Sicela ukufuniswa abazali baka Sithole Aphelele, ubaba ufuniselwa ukuba uhlala eGoli umama wahamba waya eLesotho bashiya izingane no singamzali endaweni yase Mkhambathini Mdonini. onolwazi athinte usonhlalakahle M.N Nene 0317851195/3

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Madlala Awande noMadlala Nhlalonhle owabashiya nomama wabo uMadlala Hazel Sithombe naye ongasekho emhlabeni, babehlala ndawonye eMbali. Sicela ukufuniswa abazali baka Dlamini Noxolo no Dlamini Karabo abafuniselwa ukuba bahlala eGoli bashiya izingane no gogo endaweni yase Mkhambathini Nkanyezini. Umama uNompumelelo Dlamini ubaba uLucky Rapapali. onolwazi athinte uSonhlalakahle M.N Nene 0317851195/3.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNjabulo Sbonelo Mbeje owayehlala owayehlala ejohhanesburg.igama Likamama womntwana ngu Londiwe Thandazile Mbeje ongasekho emhlabeni. Onolwazi Sicela axhumane no sonhlalakahle Mnu NJ Shabalala kule nombolo 0333928609 •Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Enzokuhle Mchunu owazalwa mhlaka 2018/05/16 ezalwa ngu Sthembile Mchunu no Philani Majola, onolwazi uyacelwa ukuba athintane no sonhlalakahle uSibongile Gumede kulenombolo yocingo 033 342 8971.

•Child and Family Welfare ucela ukufuniswa abazali babantwana bakwa Peter uNdimenhle, Siphosakhe, Nqobile Thandeka no Nkosinathi , onolwazi uyacelwa ukuba athintane no sonhlalakahle uSibongile Gumede kulenombolo yocingo 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa umama kaWobuhle Njilo waseCramond igama lakhe kunguMbali Njilo owayehlala eThekwini. Ubaba wakhe uMthokozisi Ndlovu waseMpolweni ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMalungi Mazibuko enombolweni ethi : 083 3652539.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.