Izaziso

2019-04-10 06:02

•UMnyango WezokuThuthukiswa koMphakathi ehhovisi eCamperdown ucela ukufuniswa abazali noma izihlobo zikaShelembe Mfundo omama wakhe nguNdlovu Sibongile Cynthia waseDambuza odabuka kwaPata.

Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uNkk N. Dakile kule nombolo: (031) 7851193.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ehhovisi eCamperdown ucela ukufuniswa abazali noma izihlobo zikaKhanyile Philasande obaba wakhe nguNgcobo Siphamandla waseNkanyezini osehlala eSkobho.

Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uNkk N. Dakile kule nombolo: (031) 7851193.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ehhovisi eCamperdown ucela ukufuniswa abazali noma izihlobo zikaKulumeni Andile omama wakhe nguKulumeni Nokwanda waseNhlanzeni kanye nobaba uSigalelama Siphamandla wase Eastern Cape. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uNkk N. Dakile kule nombolo: (031) 7851193.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ehhovisi eCamperdown ucela ukufuniswa abazali noma izihlobo zikaZulu Andiswa Lusanda obaba wakhe nguZondi Bongani waseMgungundlovu. Onolwazi sicela athinte uSonhlalakahle uMrs N. Dakile kule nombolo: (031) 7851193.

•UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ehhovisi eCamperdown ucela ukufuniswa abazali noma izihlobo zikaMajola Sthembile ozalwa uMajola Nomathemba ongasekho emhlabeni, obaba wakhe waziwa ngelikaMhlongo waseGeorgedale. Onolwazi sicela athinte uSonhlalakahle uMrs N. Dakile kule nombolo: (031) 7851193.

•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Slindokuhle Samkelo Ndlovu, umama wakhe okungu Sbahle kanti ubaba wakhe okungu Sandile Ndlovu, owagcinwa ehlala e Nhlazatshe. Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo ethi 033 342 8971

•I Child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Slindokuhle Mchunu. Umama wakhe okundu Bathabile Faith Mlambo ongasekho emhlabeni . Onolwazi kucelwa athintane no Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaBaby Shezui owagcina ukubonakala endaweni yaseMafakatini e-Elanskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMnu S.F Memela enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaLinda Simangele owayezalwa uLinda Nokuphila Princess ongasekho. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks P,B Kubeka enombolweni ethi : 031 785 1195.

•Sicela ukufuniswa abazali ba sethu Qwabe kanye noAsanda Qwabe. Umama wabo wayehlala emaqongqo onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N. Mhlanzi enombolweni ethi : 033 5698026.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.