Izaziso

2019-04-24 06:00

• I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali bakaKholeka Sithole, umama wakhe okunguZanele Sithole kanti ubaba wakhe nguNjabulo Cele. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

• I-Child Welfare icela ukufuniswa abazali baka-Esihle Mtungwa, umama wakhe nguSimthandile Mtungwa kanti ubaba wakhe akaziwa ukuthi ukuphi. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle uNobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

• I-Child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka-Aphiwe Mandisi Ntshapha, umama wakhe okunguNontokozo Zonke Ntshapha. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971.

• I-Child Welfare icela ukufuniswa ubaba kaNolwazi Phungula, umama wakhe okunguThembeni Phungula, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle uNobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku-224 Berg Street.

• I-Child Welfare icela ukufuniswa abazali bakaBongani Nyanisa oneminyaka eyisishiyagalolunye ubudala noMvelo Nyanisa oneminyaka emine, umama wabo okunguZama Nyanisa, ongaziwa ukuthi ukuphi kanye nobaba wabo ongaziwa. Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle uZiyanda Lubambo kule nombolo 033 342 8971, noma azifikele mathupha emahhovisi aku-224 Berg Street.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSiyamthanda Ngubane owayezalwa nguNomthandazo Ngubane ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-S.S. Ndebele enombolweni ethi 033 392 8604.

• Sicela ukufuniswa uSihle Dludla ongubaba kaSamkelo Dludla noNtuthuko Dludla owagcina ukubonakala ngonyaka wezi-2006. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-M. Ncwabe enombolweni ethi 033 505 0087.

• Sicela ukufuniswa umama ka-Omhle Lethukuthula Ngcobo igama lakhe okunguThandekile Ngcobo owagcina ukubonakala edolobheni laseMgungundlovu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T. Mncwabe enombolweni ethi 033 505 0087.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaLonathemba beno-Akhule Hadebe.

Igama lakhe nguThembelani Hlatshwayo ohlala endaweni yase-Elandskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T. Mncwabe enombolweni ethi 033 505 0087.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNomvelo Dlamini ozalwa uMasesi Dlamini. Igama likababa nguNkosinabantu Dlakude. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Nkk Dlamini enombolweni ethi 033 392 8617.

• Sicela ukufuniswa umama kaMinenhle Sphesihle Ngidi owayezalwa nguBiva Sibiya. Ubaba wakhe uSimangaliso Ngidi ongasekho emhlabeni. Onolwazi si-cela athintane nosonhlalakahle u-P.B. Kubheka enombolweni ethi 031 788 1193.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.