IZAZISO

2019-05-01 06:01

•I SAVF Social Services icela ukufuniswa umama kaSipho Masinga. Igama likamama wakhe nguSandra Masinga. Ubaba wakhe uBlessing Kachuta. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle V. Zondi kulenombolo: 033 342 1229.

•I SAVF Social Services icela ukufuniswa ubaba kaZamokuhle Thembalami Nkomzwayo.

Umama wakhe kwakungu Nomfundo Witness Nkomzwayo ongasekho emhlabeni. Ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle V. Zondi kulenombolo 033 342 1229.

•Sicela ukufuniswa umama kaKhathi Khanyisani owaziwa ngoFikisiwe Mbheke ongaziza washonaphi, ubaba igama lakhe nguPhillip Khathi ongasekho emhlabeni. Onolwazi angathinta usonhlalakahle Mdluli kulenombolo: 033 392 8600.

•I Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa ubaba kaSbongakonke Ndebele igama lakhe wuMtu Mdluli owagcinwa ehlala e Harmmarsdale, omaziyo noma yena uqobo uyacelwa ukuthi athintane nosonhlalakahle uVuyo Ngcekwa kulenombolo:033-3428971 noma afike mathupha emahhovisi alenhlangano akuno.224 Hoossen Haffejee street.

•I Child And Family Welfare icela ukufuniswa umama ka-Aphelele Mbanjwa beno Kwanele Mbanjwa. Igama likamama uNosipho Mbanjwa owayehlala eDambuza kanombolo 1110 Khawula Road. Ongaba nolwazi sicela athinte usonhlalakahle uSifundo Zulu kulenombolo. 033 342 8971.

•IChild And Family Welfare icela ukufuniswa umama ka-Aphelele Mbanjwa beno Kwanele Mbanjwa. Igama likamama uNosipho Mbanjwa owayehlala eDambuza kanombolo 1110 Khawula Road. Ongaba nolwazi sicela athinte usonhlalakahle uSifundo Zulu kulenombolo. 033 342 8971.

•IChild and Family Welfare icela ukufuniswa uNosipho Mbanjwa owagcinwa ehlala eDambuza kuKhawula Road ongumama ka Aphelele Mbanjwa no Kwanele Mbanjwa, ubaba wabo akaziwa. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uSifundo Zulu kulenombolo 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa umama kaVuyolwethu Mbhele. Igama lakhe nguNonyemezelo Tokola. Umndeni umgowase Unit 1 Imbali. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uN Khumalo kulenombolo 033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Ve-Jalle Marion Camp. umndeni owase Fitzsimmon Road eWard 33. onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u N khumalo ku 033 392 8605.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Lungisa Khanyile. Umndeni owase 1283 Mthombothi Road, eMbali. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uN Khumalo kulenombolo 033 392 8605.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.