Izaziso

2019-05-29 06:00

• SICELA ukufuniswa abazali baSamkelo Mdunge. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSbonga Qumbisa ozalwa nguSthembele Qumbisa ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane no-sonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka-Amahle Qumbisa ozalwa nguSthembele Qumbisa ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baSamekelo Mdunge ozalwa nguMadu Mchunu waseWillowfountain. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baSiyabonga Dladla ozalwa nguJabulani Ndlovu wase Willowfountain. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali ba-Ayabonga Hlophe ozalwa nguNoluthando Hlophe. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali ba-Alwande Ngema no-Olwethu Luthuli base Snathing abazalwa nguNompumelelo Luthuli. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baLuthando Ngubane ongowokuzalwa eSnathing ezalwa nguBuyisile Ngubane noPhakamani Jali ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali baNkosingiphile Mchunu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka-Amahle Qumbisa ozalwa nguSthembele Qumbisa ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSibongakonke Qumbisa ozalwa nguFelani Ngubo ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni , uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa abazali ba-Amanda Khumalo waseWillowfountain ozalwa nguThandi Khumalo noSandile Zulu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaLihle Wandile Ngcobo ozalwa nguLondeka Ngcobo waseSnathing ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtokozo Ncobeni, uThandelani Gumede noma uZiphora Ngubeni enombolweni ethi 033 345 1857.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSindiswa Madonda owaziwa ngelikaSiyabonga Madonda owayehlala e-Azalea.

Umama wengane kwakunguZandile Precious Gumede. Sicela nokufuniswa ubaba kaZiyanda Aphile Gumede, Siyamthanda Gumede kanye noSiphokazi Gumede. Umama wabo wayaziwa ngelikaZandile Precious Gumede ongasekho emhlabeni. Onolwazi athinte usonhlalakahle u-T.A. Zondi kwethi 033 392 8600.

• Ngicela ukufuniswa abazali bakaZamokuhle Ndlovu okunguSbusiso Ndlovu noSuliwe Zondo. Ongaba nolwazi angaxhumana nosonhlalakahle u-T.A. Zondi kwethi 033 392 8600.

• Ngicela ukufuniswa ubaba ka-Okuhle Hlophe ohlala kwaMshengu. Umama wakhe u Thembeka Hlophe osashona owayehlala e Sweetwaters KwaGandaganda. Onolwazi ngicela athintane nosonhlalakahle u Zanele Makhaye kwethi 033 342 0141.

• Sicela ukufuniswa abazali ba-Ayavuya Mdunge. Igama likamama wengane nguNolwazi Mdunge onyamalale ePietermatzburg ngomhlaka-20 April 2019.Onolwazi sicela axhumane nosohlalakahle u-N.J. Shabalala kule nombolo ethi 033 392 8609.

•Sicela ukufuniswa abazali baZinhle Geli Tshabalala ohlala eMbali Unit 1. Banyamalala eminyakeni eli-13 eyedlule. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNolwazi Khumalo kule nombolo ethi 033 392 8607. • IChild and Family Welfare icela ukufuniswa abazali bakaKholeka Christina Sithole, umama wakhe okunguZanele Sithole. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala noVarsha Haridass abangosonhlalakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku-224 Berg Street.

• IChild and Family Welfare Society ePietermaritzburg icela ukufuniswa uCorren Adams, uKennith noRudy Vedlsman, abangabazali bakaShantae noCidera Adams. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala noVarsha Haridass abangosonhlakalahle kule nombolo ethi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku-224 Berg Street.

• IChild and Family Welfare Society ePietermaritzburg icela ukufuniswa uKwanele Mpololo, ongubaba kaDonnay Jacquire. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala noVarsha Haridass abangosonhlakahle kule nombolo ethi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku- 224 Berg Street.

• IChild and Family Welfare icela ukufuniswa umama kaWandile Kunene, uMayenzeke Kunene noSabusiswa. Ubaba wabo kwakunguMthokozisi Innocent Kunene ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala no Varsha Haridass abangosohlalakahle kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi aku-224 Berg Street.

• Sicela ukufuniswa abazali baka- Ayanda Mzelemu noSyanda Mzelemu abangaziwa. Abantwana bahlala nogogo eZondi Store, e-Elandskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-S.F Memela enombolweni ethi 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSnethemba Amanda Duma ongaziwa. Umama wakhe kwakunguNombulelo Duma ongasekho emhlabeni. Ubaba wakhe kuthiwa wagcina ukubonakala endaweni yaseMaswazini e-Elandskop. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-S.F Memela enombolweni ethi 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa umama kaSbusiso Junior Philasande Magubane onguHollyness Lungi Nzuza. Igama likababa nguSibusiso Blessing Magubane ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athinatne nosonhlalakahle u-T. Mncwabe enombolweni ethui 033 505 0087.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaKhabonina Ndlela onguSibongiseni Sithole ohlala endaweni yaseBhobhonono kwaNxamalala.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T. Mncwabe enombolweni ethui 033 505 0087.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.