Izaziso

2019-06-05 06:00

> iNew Hanover DSD icela ukufuniswa ubaba kaNdlovu Duduzile Lifa ozalwa zingu 2005/04/17. Umama wakhe kwakungu Ndlovu Fikile Abigail owadlula emhlabeni ngo 2005 ongowaso Zwathini, KwaNodwengu area. Kucelwa uma ekhona onolwazi axhumane nosonhlalakahle Nksz Hlengiwe Msomi kulenombolo 033 502 2187 ngezikhathi zomsebenzi.

>On behalf of the SAVF Social Services I would like to request to place a newspaper advertisement to locate the Biological parents of Akhona Gasa born on 2017/08/31. Any person with information to please contact the social worker Gugu Hlengwa at SAVF Social Services in Prince Alfred Street, Pietermaritzburg on 033 342 1229.

>USicela ukufuniswa ubaba kaMlondi Mhlongo amuthola kuThembeka Lee-Ann Mhlongo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMazibuko enombolweni ethi 083 365 2539.

>UMnyango wezokuThuthukisa koMphakathi eNew Hanover Service Office licela ukufuniswa ubaba kaXimba Nokwanda Nomvula owaziwa ngoMathobela isbongo amthola kuXimba Busisiwe Joice ongasekho. Onolwazi sicela axhumane nosonhlakahle uMiss Mchunu kulezinombolo 033 502 2160 ngezikhathi zomsebenzi.

>IChild and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Olwethu Kunene, Lwethu Kunene kanye noSivuyile Kunene. Umama wabo kwakungu Bandile Kunene ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane nosozonhlalakahle u Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e224 Berg Street.

>IChild and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Sindiswa Ntuli, umama wakhe okungu Nonjabulo Ntuli kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi kucelwa athintane nosozonhlalakahle u Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e 224 Berg Street.

>IChild and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Ayabonga Gabuza. Umama wakhe okungu Siziwe Gabuza kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi kucelwa athintane nososzonhlalakahle uNobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e224 Berg Street.

>IChild and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Lihlethemba Mcunu, umama wakhe okungu Mcunu Ziyanda ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane no sozonhlalakahle uNobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e224 Berg Street.

>IChild and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Zimbili Buhle Sokhulu, umama wakhe okungu Rhoyi Thabisa ongaziwa ukuthi ukuphi. Onolwazi kucelwa athintane nosozonhlalakahle Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu e224 Berg Street.

>Sicela ukufuniswa abazali baka Okuhle Radebe. Umama waziwa ngelikaMbali Radebe. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNK Hlela ku033 392 8604.

>Besicela ukufuniswa umama ka Elihle Phoswa kanye nobaba wakhe. Onolwazi angathintana noMnu N Madlala kulenombolo 033 392 8609.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaSindiswa Madonda owaziwa ngelika SIyabonga Madonda owayehlala Azalea. Umama wengane wayengu Zandile Precious Gumede. Sicela nokufuniswa ubaba kaZyanda Aphile Gumede, Siyamthanda Gumede Kanye noSiphokazi Gumede. Umama wabo wayekwaziwa ngilika Zandile Precious Gumede ongasekho emhlabeni. Onolwazi athinte no T.A Zondi ku 033 392 8600.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaZondi Mandisa ozalwa uZondi Slindile wasendaweni yase-Dalton ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mbambo enombolweni ethi 033 502 2188.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaSboya Thobani Syabonga ongaziwa igama lakhe. Igama likamama uPhendulile Sibiya wasendaweni yase-Trustfeed eGudlucingo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mbambo enombolweni ethi 033 502 2188.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhize Kholeka Olwethu ongaziwa igama lakhe. Igama lika mama uMkhize Smangele wasemdaweni yaKwaNxamalala ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi 033 505 0087.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaMkhulisile Asanda kanye nomama onguNomusa Mkhulise abangaziwa. Ongaba nolwazi angathintana nosonhlalakahle e-T Mncwabe enombolweni ethi 033 505 0087.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaZondi Ayanda ongaziwa igama lakhe. Igama likamama uZanele Mchunu wasendaweni yaseMtulwa ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtombzi Jutu enombolweni ethi 033 502 2178.

>Ngicela ukufuniswa ubaba ka Aphile no Sinakhokonke Mlaba abazalwa uZanele Ngubane osashona owayehlala e Mbutshana e Sweetwater. Onolwazi ngicela athintane nosonhlalakahle u Zanele Makhaye ku 033 342 0141.

>Sicela ukufuniswa umama ka Mkhize Anele ohlala eDambuza ongaziwa washonaphi. Ubaba wakhe nguNgidi Sbonelo ongasekho emhlabeni. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane noGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaDlamini Thobeka ozalwa nguNgcobo Lungile wase Caluza ongasekho emhlabeni. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane noGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye noZiphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani ku 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaKhwela Sandiswa, Khwela Ayabonga noKhwela Kevin base Caluza abazalwa nguKhwela Nomthandazo ongasekho emhlabeni. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane no Gumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaHadebe Siyamthanda wase Dambuza, umama wakhe ngu Radebe Samukelisiwe ongasekho emhlabeni. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane no Gumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni kanye noZiphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa ubaba ka Jali Elihle no Jali Okuhle base Snathing abazalwa ngu Jali Thobeka ongasekho emhlabeni.

Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane no Gumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaMagubane Sonasipho Junior ohlala eMpumuza. Umama wakhe ngu Magubane Thandiwe ongasekho emhlabeni. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane no Gumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa abazali ba Qwabe Oluhle ohlala eZinketheni ubaba wakhe ngu Ndlovu Bongani, umama nguQwabe Nonhlanhla bobabili abaziwa ukuth bashonaph. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane noGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa ubaba kaNene Nomfundo Aisha ohlala eZinketheni omama wakhe nguNtombifikile Nene ongasekho emhlabeni. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane no Gumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa ubaba ka Majola Thandeka, Skhakhane Nontokozo kanye no Skhakhane Nkosingiphile oghlala eZinketheni, omama wabo ngu khakhane Zandile ongasekho emhlabeni. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane no Gumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa abazali baShange Syanda ohlala eZinketheni. Igama likamama nguShange Funangithini igama lika baba uNkomo Salibuse. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane noGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kulenombolo 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa abazali baShelembe Olwethu ohlala eZinketheni. Igama likamama uShelembe Nontobeko, ubaba ngu Shezi Gido. Onolwazi ngabazali balabantwana sicela athintane noGumede Thandelani, Ntokozo Ncobeni Kanye no Ziphora Ngubeni osonhlalakahle baseThandanani kwethi 033 345 1857.

>Sicela ukufuniswa abazali baSangweni Luyanda ohlala eMpumuza abangaziwa bashonaphi.Igama lika mama nguSangweni Dolly Phumzile, ubaba igama lakhe alaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle base­Thandanani 033 345 1857.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.