Izaziso

2019-07-03 06:01

• Sicela ukufuniswa abazali baThandiswa Goba uZethu Dlamini amuthola kuSandile Goba.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi: 083 365 2539.

• Sicela ukufuniswa uSimo Maphumulo ongubaba kaLubanzi Zungu owazalwa mhla zimbili kuNhlolanja (February) 2019.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-C. Bleeker enombolweni ethi: 033 342 1229.

• IChild and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baNoluthando Sendile Zuma. Umama uFikile Prudence Nxumalo, ubaba uVusi Sydwell Zuma.

Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uSindi Hlope ku-033 342 8971.

• IChild and Family Welfare icela ukufuniswa uNomathemba Duma kanye noSbongiseni Dlamini abazali bakaZenande, Nduduzo kanye noSakhile, bonke abakwaDlamini.

Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uNonhle Dlamini ku-033 342 8971.

• IChild and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba kaSphelele Mtshali, umama wakhe uNtombifuthi Priscila Katangana ongasekho, kanti ubaba akaziwa.

Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uNobuhle Madlala ku-033 342 8971.

• Sicela ukufuniswa umama kaNdabenhle Ndaba owaziwa ngoLondeka Sibisi owayehlala eMbali BB5 onolwazi sicela axhumane nasonhlalakahle u-N.P. Hlongwane kwethi 033 392 8610 noma avakashele emahhovisi ethu Kwambilakhahlela.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaSiphumelele Ndlovu ozalwa uNokuphiwa Ndlovu ongasekho emhlabeni, obehlala eMbali unit J. Igama lika baba alaziwa.

Onolwazi kucelwa athintane nosonhlalakahle u-N.P. Hlongwane ku-033 392 8610 noma avakashele emahhovisi ethu Kwambilakhahlela (390 Pietermaritz Street).

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNtethelelo Khumalo ozalwa uXolile Khumalo ongasekho emhlabeni, obehlala eMbali unit J. Igama lika baba alaziwa.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u- N.P. Hlongwane ku-033 392 8610 noma avakashele emahhovisi ethu Kwambilakhahlela (390 Pietermaritz Street)

• Sicela ukufuniswa ubaba kaMelokuhle Luthando Ngwane igama lakhe okwaziwa ukuthi unguSbu.

Kuthiwa wayedabuka eBulwer ngokuzalwa.

Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle u-N.P. Hlongwane ku-033 392 8610 noma avakashele emahhovisi ethu Kwambilakhahlela (390 Pietermaritz Street).

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.