Izaziso

2019-07-10 06:00

•Sicela ukufuniswa abazali baPhilasande Makhonza ozalwa ngu Thembeni Mkhonza wase Willowfontein. Onolwazi sicela athintane noSonhlalakahle S.N.C Glover kwaMbilakhahlela ku 033 3928607/00.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Alwande Mncwabe wase Willowfontein. Umama wakhe uBawinile Mncwabe ubaba wakhe uNkosi Shandu. Uma kukhona onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle S.N.C Glover ku033 3928607/00.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Mlaba Simphiwe wase Caluza obaba wakhe nguMlaba Selby Sibangani. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa umama kaShelembe Noluthando benoShelembe Ndumiso base Snathing ogama lika baba wabo ngu Tshabalala Mphikeleli Henry ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNgubane Fezeka Nokuphakama wase Caluza onguMazibuko Joseph omama wakhe nguNgubane Joyce Ntombikayise ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali bakaSokhela Omuhle wase Snathing. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali baNgcobo Mandisa wase Caluza ozalwa ngu Ngcobo Londi. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali bakaGwamanda Mawenzokuhle Enzokuhle wase Caluza ozalwa ngu Gwamanda Smangele.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMabaso Nkanyezi Khayelihle wase Caluza ozalwa ngu Mabaso Smangele Pearl ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali bakaKhumalo Kwanele wase Dambuza ozalwa ngu Thobisile Khumalo beno Sthole Mhlonishwa.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali bakaSindane Luthando wase Snathing ozalwa ngu Sindane Nokwanda beno Ngcobo Mahloli.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Abazali bakaKhuzwayo Luyanda Smiso beno Khuzwayo Asanda Yamkela base Snathing abazalwa ngu Khuzwayo Xolile beno Khumalo Xolani. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali baka Mthembu Alethiwe Anittha wase Snathing ozalwa ngu Mthembu Thuli beno Zungu Syabonga. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Zondo akhona wase Snathing ozalwa ngu Zondo Sebenzile ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali bakaMchunu Nkosingiphile beno Mchunu Andiswa base Snathing abazalwa ngu Mchunu Asanele beno Shezi Tiko. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa umama ka Monakali Kwanele kanye no Monakali Wandile abahlala eMpumuza abazalwa ngu Buthelezi Zethu beno Monakali Dumisani Actwell ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa umama ka Madonda Bayanda wase Smero ozalwa ngu Madonda Nomkhosi ongaziwa ukuthi washonaphi kanti ubaba wakhe nguMnguni Dumsani ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa abazali baMchunu Samkelo wase Zinketheni ozalwa nguMchunu Nokuthula igama likababa alaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka Nzuza Abelo ohlala eZinketheni ozalwa nguZinhle Nzuza ongasekho emhlabeni.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

•Sicela ukufuniswa izihlobo zika Sthandwa Khanyile beno Khanyile Kumkani, ubaba wabo nguKhanyile Bongani Edward ongasekho emhlabeni kanti umama wabo ngu Madlala Sibongile okuthiwa washonela e-Eastern Cape. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGumede Thandelani kulenombolo: 033 345 1857.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.