Izaziso

2019-07-17 06:01

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThobani Sibiya ozalwa uPhindile Sibiya wasendaweni yase-Trsu feed kaGudlucingo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZma Mbambo enombolweni 033 5022160.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaLethukuthula Ntombela ohlala eHoneyville. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.P Hlongwane enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Andile Alonde Khumalo waseDambuza owayezalwa uXolisile Tsogo ongasekho emhlabeni . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNkk N. Ngubane enombolweni ethi : 033 392 8600.

•Sicela ukufuniswa uSihle Mthethwa owagcina ehlala eMaswazini nongubaba wezingane uSinayo Madondo noNonsihle Madondo. Umama wabo uNombula Norah Madondo ongasekho emhlabeni . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi, 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMgwaba Lungelo ongaziwa. Igama likamama uBongiwe Eunice Mgwaba ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa uNozibusiso Lombo ozala u-Asenathi Lombo owangcinwa ehlala eMvundlwini. Ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaMbalenhle Nene waseDalton kamKULWA. Igama likababa uPaulos Ndlovo owagcina ukubonakala emapulazini aseMngeni. Igama likamama uVanisile Nene ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNtombi Juntu enombolweni ethi : 933 502 2160.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Amahle Khanyile amthola kuNokuthula Khanyile ongasekho emhlabeni owayehlala eZibovini kaShange. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa umama ka-Amahle Khumalo, Sandiswa Ngcobo, Xolani Dlamini kane no-Amukelwa Nene okungu-Carol Nene ohlala endaweni yakaMpande.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T. Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaNdlela Khabonina okungu Sithole Sibongsieni ohlala endaweni yaseBhobhonono KwaNxamalala. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa umama kaSbusiso Junior Philasande Magubane okunguNzuza Hollyness Lungi. Igama likababa uSbusiso Blessing Magubane ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSoni Lusanda kanye noSoni Noncebo okunguNdlovu Samkelo odabuka eHopewell. Igama likamama uSoni Jane Hlengiwe ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaRadebe Esihle benoRadebe Lonathemba okunguSphamnadla Ndlovu ohlala endaweni yaseKhokhwane. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•IChild and Family Welfare icela ukufuniswa uLondeka Mcobothi kanye no Sandile Mtolo okungabazali baka Sobusiso, Thandolwethu, Sanelisiwe kanye no Ayanda bonke abakwa Mcobothi. Kucelwa bathintu usonhlalakahle u Thembi Zondi ku 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa u Zinhle Mbongwa kanye no Raymond Ntuli, okungabazali ba Sphesihle Alwande Mbongwa. Onolwazi kucelwa athinte usonhlalakahle uSibongile Gumede ku 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Alwande kanye no-Siyamthanda Njokwe. Umama wabo ngu-Thobeka Njokwe, wase Imbali Unit J. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle N.E.Ngubane kulenombolo :033 392 8600.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.